Ndicela ulwazi ngomlando nemvelaphi ngesibongo esikhulu kangaka esikho e-Eastern cape yonke, kwaZulu-natal naseZimbabwe. Ingaba thina siloluphi uhlanga sasisukaphi.
Ndicela kwabo banolwazi bancede booNyathi abahle sizawuthini ebantwaneni bethu.
Tag: Nyathi Page 1 of 2
Nyathi,
Mgudluli,
Ntshebende,
Masondo,
Ciyane, Sonyokazi, Mlaba, nyath’emnyama ingamhlophe ifuze ekhaya konina… Continue reading >>
Bucibo surname info:
Nyathi,
Gombasi,
Mpofana,
Thukela,
Weno ‘mfaz’ omabele made oncelisa ngehla kothukela
Ongaweli umfula, Umfulo ‘welwa zinkonjane
Inyathi emnyama, kube imhlophe yobi fuze konina
Inyathi emnyama ezimpondo zimankenenkene,
Nyathi enhle engabhekw’ emehlweni ngoba abantu besab’ ukubonu ubuhle bayo !
uMnguni, iNyathi !

Izithakazelo zakwa Nyathi
Nyathi, Budede, Nokhonz’ingonyama, Mbayela, Ndawonkulu, Vumba, kaNtibani, Zithebe zimanangananga yinyama !!
Ngabe uNyathi ungumZulu noma ungumXhosa?
Abantu bakwaNyathi batholakala eZimbabwe naseNingizimu Afrika. Kukhona ababuye babizwe ngokuthi ngamaNare abangabeSuthu-Tswana kanye nabangabaNguni (Zulu & Xhosa). Badabuka kwabeSuthu-Tswana besuka kwaBakgatla.
Nyathi ® clan names. Nyathi Surname Meaning Nyathi Origin. Nyathi History
The meaning, origin and history of the Nyathi surname is not listed.
This surname is prevalent in South Africa.
Click to add info about this surname