Langa,
Sothole,
Zikode,
Mashiyabantu,
Wena kasbhudukazana zavuka zamnyathela,
Skhotha somlalane esisha singapheli,
Mchwayo,
Ngwane,
Okasdumaza,
Wena owasemlanjweni !
Tag: Sothole Page 1 of 2
Njeke meaning & brief history:
The surname Njeke has its origins in the Xhosa language, which is spoken in South Africa. In Xhosa, ânjekeâ means âto approach stealthilyâ or âto stalk.â It is belived that the name was originally given to someone who was a skilled hunter or who had a tendency to move quietly and carefully.
Njeke Clan Names and Praises
Mdamba,
Sothole,
Nkonyane yenkosi,
Mphungela,
Njeke,
Siwela ngenhloko emazibukweni abanye bewela ngama hlahla,
Mdamba ka langa !!
Izithakazelo zakwa Magubane
- Nkomose,
- Dibanto, Jiyane,
- Thole, Sothole,
- Snquma, Didiza,
- Mzilankatha Ndlandla,
- Nhlunâemhlophe egezwa ngobisi
- Ithi ingaba bomvu kube eyomlandakazi,
- Malinga owalinga amatshe aba zintaba,
- Msenganduna namathokazi!
Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Magubane Whatsapp / call: 061 868 5163


Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400
Izithakazelo zakwa Langa Langa Clan Praises
- Sothole,
- Sodumase,
- Madevu aqgabulâinkomishi,
- Phokophalala mnikolusha ngoba oludala lumbangela isilungulelo,
- Shiyâabantu,
- Nyongo yendlovu,
- Madlâumlenze adele isidumbu,
- Madubandlela,
- Ngwane,
- Mcwayi,
- Gubhazi, Mlindeli,
- Somaphunga,
- Mdlaka!
Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Langa Whatsapp / call: 061 868 5163


Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400
Izithakazelo zakwaKhanyile Khanyile Clan Praises
- Sothole,
- Sâtshopo,othi udlâinkomo kanti udlâimpisi,
- Umashaya umuntu aphindele lapho aphuma khona,
- Odlâisinkwa esinothotho,
- Mahamba kancane Sogodi,
- Phondo olukhulu elavuma kwavuma amadoda,
- Shalashala elihle elithukuvuma ukulandula,
- Ntunjwa kaLanga,
- Mthiyane,
- Ndwandwe,
- Zikode, Mabhuqa,
- Ngwane,
- ULanga ongenandlebe angaba nendlebe weza nonina,
- Inhliziyo eyasala ezaleni kwasa bayicosha ngakusasa!
Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Khanyile Whatsapp / call: 061 868 5163


Prices: t-shirt: R200 Hoodies: R400
KHANYILE.
Sothole,
Sâtshopo,othi udlâinkomo kanti udlâimpisi,
Umashaya umuntu aphindele lapho aphuma khona,
Odlâisinkwa esinothotho,
Mahamba kancane Sogodi,
Phondo olukhulu elavuma kwavuma amadoda,
Shalashala elihle elithukuvuma ukulandula,
Ntunjwa kaLanga,
Ndwandwe,
Zikode, Mabhuqa,
ULanga ongenandlebe angaba nendlebe weza nonina,
Inhliziyo eyasala ezaleni kwasa bayicosha ngakusasa!
Izithakazelo zakwa-Langa
Sothole,
Sodumase,
Madevu aqgabulâinkomishi,
Phokophalala mnikolusha ngoba oludala lumbangela isilungulelo,
Shiyâabantu,
Nyongo yendlovu,
Madlâumlenze adele isidumbu,
Madubandlela,
Ngwane,
Mcwayi,
Gubhazi, Mlindeli,
Somaphunga,
Mdlaka!
Izithakazelo zakwa-Khanyile
Sothole,
Sâtshopo,othi udlâinkomo kanti udlâimpisi,
Umashaya umuntu aphindele lapho aphuma khona,
Odlâisinkwa esinothotho,
Mahamba kancane Sogodi,
Phondo olukhulu elavuma kwavuma amadoda,
Shalashala elihle elithukuvuma ukulandula,
Ntunjwa kaLanga,
Mthiyane,
Ndwandwe,
Zikode, Mabhuqa,
Ngwane,
ULanga ongenandlebe angaba nendlebe weza nonina,
Inhliziyo eyasala ezaleni kwasa bayicosha ngakusasa!