Yeni Clan Praises
Izithakazelo zakwa Yeni
shibase!
mqathongo,
hlatshane,
bhengu!
mntungwa,
nodlela,
mgabhazi!
nkophe ezinde ngokuqhwebana,
mancinza abancinza intombi maqede bayibuyisele esokeni, ntombi’zibuyemendweni ngokusaba ukuhlupheka,
zondi,
nonyukela owanyukela egqumeni lakwasamasama,
muntomuhle,
qhenya,
shayankomo!
Share this post 
Related
Yeni clan names Yeni ! Shibase Gcobakatane Zondi (not related to Nondaba, Gagashe etc ) Mqathongo Mgabhase ! Mzungu Sofeke Nkophe ezinde ngokuqhwebana Qhenya mntomuhle Nduku zinobulongwe basempathweni Ntombi ezibuya emendweni ngokusaba ukuhlupheka Mntungwa ! Nodlelo Shayankomo !
Khwela-Mgabhazi AbakwaKhwela bazalwa uTotose kaLufutha kaSmamane kaSdinane kaQwabe kaMalandela kaLuzumane kaMnguni kaYeyeye
Ximba, Mlaba, Mungwe, Nodlela, Nina enadla isicaba nasidla nokusicazelana, Mbewumbili, nina abamhloshane abanye bemnyama, Luvuno, Nina enavuna umfazi aliwa, Nathi engahambi ngenxa yokuthi ugaya utshwala obumnandi ! ?
Thusi
lwakasamasama?