Zuma, Zwane, Mazibuko, Ntshangase

Ntshangase
Mgazi, Biyela, Menziwa

Mthiyane
Ndaba, Sokhulu, Luvuno, Zondo, Mazwi, Mzwili, Nqoboka, Skhangane, Langa, Ndlovu, Dlemdlem, Sokotshane, Mhlungu, Madela, Lingode, Sibhene, Gobholubabayo, Masingasilele, Sokhulu

Zuma
Nxamalala, Msholozi, Matomela, Bophela, Novela, Mpisi, Zitha, Lugaju, Chongochi, Nyambisa, Hlokohloko, Maphumephethe

Zwane
Mangethe, Cebekhulu, Mbengo, Mbambo, Mungwe, Phikelela, Nsela, Ndabakansele, Zikode, Nsele, Mafu, Mthayi, Mgabhi, Mhlaba, Mchwayo, Ntshosho, Cengesi, Thinta

Maseko
Ngcamane, Sidwabasiluthuli, Mdandulukwane, Khubonye, Ndlovu, Maphanga, Khabangobe, Simelane

Msomi
Meyiwa, Mdayi, Mlamula, Bheshwana, Maboza

Mlambo
Mabhedla, Sishango, Mahwaqakazi, Phisa, Mandeku, Mdineka, Nhlabathi, Manzi, Nobamba, Ntshikantshikana, Makhokhoba

Mazibuko
Mwelase, Khondlo, Nzima, Phuthini, Mgabhi, Manzezulu, Nkobeni, Mzila, Mangwe, Mpulo, Siwela

15 thoughts on “Zuma, Zwane, Mazibuko, Ntshangase

  1. m zwane

    Uyazi kunzima ukukhuluma ngomlando wakithi kwazwane. Ngoba kukhulu ukudideka yilowo nalowo uisho akakuthandayo. Iqiniso ileli bantu bakithi sonke thina sizalwa ingonyama uMnguni. Owadabuka eGibhithe wakhiswa nesizwe sakhe umoya ongcwele wabele izwe lakwazulu namuhla. Wayenamadodana amaningi ambala nje awo, umalandele, umtungwa, ungwane nabanye abaningi bonke labantu bazala izizwe, esiyizo namuhla eg uMtungwa wazala o Mangethe, oMabaso, oSokhumalo, nabo bazala izizwe ezinezibongo zazo. Singabanguni ngoMnguni.

    1. sawb0na phila nam ngyp.la.. Ng’cel ungsize ung’cobelel izthakazelo zakith kuyinkinga enkulu ungumfana kod ungazazi izthazel zakin kahle-hle ihlazo nje lelo..

  2. ngicela ningisize ngezakwa Ntimba Nhlayiyiso Mkhondo kawulandwa mfula kawuwelwa uwelwa ngezinkonjane ezinamaphiko nonkintinga wena owabhukuda emhlangeni msimango.ngicela uncedo lomlando waso nemvelaphi

  3. vusi

    ngicela umehluko ku nxamalala no msholozi ngoba mina.angiwufaki umsholozi

    1. Ndumiso Zuma

      Nxamalala awukho umehluko, umehluko ukhona phakathi kukaMsholozi noLugaju njengamadodana kaMatomela. Nami angiwufaki uMsholozi.

  4. lambert Mazibuko

    Ngabe bakwa Khanye bayahlobana yini nabakwaMazibuko?

  5. Ngaka Nhlapo

    Ngingajabula ukuzwa ngaba kwaNhlapo nezithakazelo zabo

    1. Mwelase Ndabulane Nhlapo

      uSgegede Mbonani UNongombhili khaboNdaba uwadla umkadadewabo bathi akanyongo akanamhlehlo umhlehlo nguBhabhakazi umwelase owawela uThukela noMpofani uMwelase ungawali phansi ngezibuko owawela ngesinhlengela somfula Sgegede sakwaMveli kwaMavundla noMdlasomo umfitshana ungubo ziyanyathelwa ngani nizabade ziyanyathelwa kaboMveli akuvalwa ngemvalo kuvalwa ngamakhsnda amadoda wena wakaboNonhlanhla

  6. lungelo

    Ninjani ngicela ningisiza ngomlando wakwaSimelane nezithakazwlo zakhona.imvelaphi yabo

  7. Sphesihle Ntshangase

    sacela kucaciselek ekuthini untshangase uhlangan kanjani noZulu, uMhlungu , uZuma angiqondi lapho

  8. Sthembiso Mlambo

    Mina ngiwu Mdineka omkhulu ngiyathanda ukwaz ukuthi savelaphi isbongo sakithi abantu banokuth sasuka eswazini kodwa mina angikholwa ilokho

  9. Nonkumbuzo Mafu

    Ngicela ningazise ngomlando or ngezthakazelo zaka Mafu?

  10. Nonhlanhla Mpulo

    sanibonani mina bengisacela ningazise ngomlando wesibongo sakwaMpulo,ngowakhona bt angazi lutho ngomlando waso even nezithakazelo zakhona angizazi

  11. Bongani

    Sacela ningisize ngezakwa Zondo ngisho elithakazelo

Leave a Reply

This site uses Akismet to reduce spam. Learn how your comment data is processed.