Vilakazi Surname info
Vilakazi,
Nzimande,
Mdluli,
Gwala,
Mphephethe,
Nyawozimhlophe ngokunyathela izihlabathi zolwandle
Myeka khamangwa
Majiya Ngwekazi Nkondlwana
Mdlovu omatubutubu
Umhlwehlwe odume njengoZulu… Continue reading>>
Share this post 
Related
Vilakazi, Nzimande, Mdluli, Gwala, Mphephethe, Nyawozimhlophe ngokunyathela izihlabathi zolwandle Myeka khamangwa Majiya Ngwekazi Nkondlwana Mdlovu omatubutubu Umhlwehlwe odume njengoZulu Mancama ngenhlunu Lugwashu Matshinga waseMaphephetheni Sihlase Binda Abanye bathakazela kanjena: Binda! Mphephethwa Wena kaGama Mantshinga waseMaphephetheni Owagwaz' aze ame ngeklwa UNgwevu noNgwavuma Nina baseNgwede neNgwavuma Sihlase! Owadl' umkadadewabo Wathi akananyongo Wathi…
Abakwa VILAKAZI
Abantu bakwa VILAKAZI
Umlando wabantu bakwaVilakazi Abantu bakwaVilakazi badabuka kubantu bakwa Jili behlala ngaso lwandle beziphilisa ngokudayisa usawoti bethengisela zonke izizwe abebakgelene nazo. Lowo sawoti babewuphephetha ukuze kusuke ukungcola. Basithola kanjalo lesithakazelo esithi Mphephethe. Izinyawo zabo zazihlala zimhlophe ngoba babewugxoba ngezinyawo losawoti ukuze ucoliseke. Bathola izithopho…
Mphephethwa,Mdluli,Mdlobhiya,Mangcamane,Ngwekazi,Gwala,Mancama,Vilakazi
Leave a Reply