clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Mungwe

Mungwe Clan Names , Mungwe Surname Praises

Ndiweni
kaZwane, uMkheswa, uMdladla, uNjolaΒ­
uNtanzikusela
waseMangweni,uthwalabesabe
wengwe,uMalebomfula,,uLodung’owadungizizwe,,uBuhlasi
basendlunkulu, uNdlov’eyaphiceleziny’emazibukweni!! Lingwe!! uNtshosho!!
UNsele kalindamkhonto!!
Zikode
kaPhikela!!
Wena Wasetsheni lasentshenteka,Wena
ongadlelanga phansi,, wadlel’
emkhombeni
wezinyamazane, udla
im’hlambi yezinkomo
zamadoda,
Ndlangashushwana ngokudla
amaNdebele, Bathi udleni
kwaMthambo?
Kuthiwa udle izinjana
zimbili zigcwele umdakana,
Ntshosho! Wena kaMafu kawalingani, Aphansi
naphezulu,ngoba
aphezulu angubo ngubo,
Nsele kaLindaMkhonto,
Awungilinde ngilande ezami
ezungeni, MthantiNduna ngokuthwal’ isilo sensele,
UNsele
kangakanani, Ngoba
nasothini lomkhont’
angahlala. Nin’enadlel’enc
azeni, Nin’eniphakel’umyeni
odengeleni, Ngoba
ningabenkosi.
Zikode
kaNdabansele, Mabhayi
kawalingani awangaphansi nawangaphezulu,
Nina
bakaVez’owadl’isihlahla
njengengwababane,Phikela
wengwe,
Nselenduna nina basetsheni.
Zinkomo zakwaLinda
ezimhlane ugcwele udaka,
Ezathi zidl’ubhoqo kanti
ziyawuhlakulela Ntshosho, Mungwe
Mkhulu kwabasenhla,
Phikela ngokuphikel’
izinkomo zamadoda, Zikode!! Nselenduna
ngokuthwal’ isilo sensele,,
Nsele
kalindamkhonto ngilinde
ngithathe ezami izikhali,
Wena owafundisa izizwe ukulima
ngesiphanga senkomo
kaLodunga
owadunga izizwe
eMgungundlovu
Ntshosho!!

Izithakazeko zakwa Ntshingila(Mabele,Mungwe)

Ntshingila!
Mangwe amahle, nina abafana neziitsha zokubolekwa. OGombase, noNyathukazi, abathebula azalukazana. Nina oSbenge simabala,ondlu zikhanya ilanga, abavela endlebeni yendlovu, izizwe zabikelana. ONtinta, oMabele!!!

Izithakazelo zakwa Ximba Clan Names Umlando

  • Ximba,
  • Mlaba,
  • Mungwe,
  • Nodlela,
  • Nina enadla isicaba nasidla nokusicazelana,
  • Mbewumbili, nina abamhloshane abanye bemnyama,
  • Luvuno, Nina enavuna umfazi aliwa,
  • Nathi engahambi ngenxa yokuthi ugaya utshwala obumnandi ! ?

Izibongo zakwa Zwane

  • Mangethe,
  • Cebekhulu,
  • Mbengo,
  • Mbambo,
  • Mungwe,
  • Phikelela,
  • Nsela,
  • Ndabakansele,
  • Zikode,
  • Nsele,
  • Mafu,
  • Mthayi,
  • Mgabhi,
  • Mhlaba,
  • Mchwayo,
  • Ntshosho,
  • Cengesi,
  • Thinta

Abanye bazikhumbula kanje

IZITHAKAZELO ZOMBAMBO

Mageza ngobisi lwenqu… yabafazi bamanye

amadoda, abafakozana begeza ngamanzi,

Ubambo kaludliwa ngabafokazana, ludliwa

umlandokazi, Mbiko, Mkhemezela, khethwayo,

Jangaza, Bhubhu kaNdaba, Goba ngokugoba

amadolo, Mbambo kaLushozi kaMomoyi ka

Mandlovu.

Ntshangase:

  • Mgazi,
  • Biyela,
  • Menziwa

Mthiyane:

  • Ndaba,
  • Sokhulu,
  • Luvuno,
  • Zondo,
  • Mazwi,
  • Mzwili,
  • Nqoboka,
  • Skhangane,
  • Langa,
  • Ndlovu,
  • Dlemdlem,
  • Sokotshane,
  • Mhlungu,
  • Madela,
  • Lingode,
  • Sibhene,
  • Gobholubabayo,
  • Masingasilele,
  • Sokhulu

Zuma:

  • Nxamalala,
  • Msholozi,
  • Matomela,
  • Bophela,
  • Novela,
  • Mpisi,
  • Zitha,
  • Lugaju,
  • Chongochi,
  • Nyambisa,
  • Hlokohloko,
  • Maphumephethe

Zwane:

  • Mangethe,
  • Cebekhulu,
  • Mbengo,
  • Mbambo,
  • Mungwe,
  • Phikelela,
  • Nsela,
  • Ndabakansele,
  • Zikode,
  • Nsele,
  • Mafu,
  • Mthayi,
  • Mgabhi,
  • Mhlaba,
  • Mchwayo,
  • Ntshosho,
  • Cengesi,
  • Thinta

Maseko:

  • Ngcamane,
  • Sidwabasiluthuli,
  • Mdandulukwane,
  • Khubonye,
  • Ndlovu,
  • Maphanga,
  • Khabangobe,
  • Simelane

Msomi:

  • Meyiwa,
  • Mdayi,
  • Mlamula,
  • Bheshwana,
  • Maboza

Mlambo:

  • Mabhedla,
  • Sishango,
  • Mahwaqakazi,
  • Phisa,
  • Mandeku,
  • Mdineka,
  • Nhlabathi,
  • Manzi,
  • Nobamba,
  • Ntshikantshikana,
  • Makhokhoba

Mazibuko:

  • Mwelase,
  • Khondlo,
  • Nzima,
  • Phuthini,
  • Mgabhi,
  • Manzezulu,
  • Nkobeni,
  • Mzila,
    Mangwe,
  • Mpulo,
  • Siwela

Get yours! Price: R300 each ……Whatsapp me now, tap here ?? https://wa.me/message/Z7SY62F3M4F6N1

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: