Nkanini,
Luvuno,
Wena owavuna ummbila
ekhabeni abanye bevuna amabele,
Zikode,
ntshosho,
Khanyile,
Ngwane,
Mangethe!
Tag: Ntshosho
Izithakazelo zakwa Zwane
- Zwane
- Mangethe
- Linda Mkhonto
- Umafa avuke
- Zikode kaPhikela
- UZwane akadlelanga phansi
- Wadlela emkhombeni Wezinyamazane
- Edla imâhlambi yezinkomo zamadoda
- Ndlangashushwana ngokudla amaNdebele
- Bathi uZwane udleni kwaMtambo?
- Kuthiwa udle izinjana zimbili
- Zigcwele umdakana!
- Ntshosho!
- Wena Kamafu kawalingani- angaphansi naphezulu
- Ngoba aphezulu angubo ngubo!
- Ntsele kaLinda kaMkhonto!
- Awungilinde Ngilande Ezami
- Mthanti!Nduna ngokuthwalâ isila sensele!
- UNtsele kangakanani,
- Ngoba nasothini lomkhontâ angahlala.
- Ninâ enadlelâ encazeni!
- Ninâ eniphakelâ umyeni odengeleni,
- Ngoba ningabenkosi.
- Zikode kaNdabansele
- Mabhayi kawalingani awangaphansi nawangaphezulu
- Nina bakaVezi
- Owadlâ isihlahla njengengwababane!
Zwane â Phikela wengwe â Nselenduna nina base tsheni lase Ntshenteka
Zwane â Mandaba, Ukubâ uMandaba wayengehlanga phezulu saso buswa ngubani?
Zinkomo zakwaLinda ezimhlane ugcwele udaka, ezathi zidlâubhoqo kanti ziyawuhlakulela
Ntshosho, obhukuda ezizibeni ezijulile, uma engabhukudi kwezijulile zibuya nodaka
Mangethe omakhandakhanda
Nina baseMangweni !
Zikode !!!
Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Zwane Whatsapp / call: 061 868 5163
Prices:
t-shirt: R200
Hoodies: R400


- Mangethe,
- Cebekhulu,
- Mbengo,
- Mbambo,
- Mungwe,
- Phikelela,
- Nsela,
- Ndabakansele,
- Zikode,
- Nsele,
- Mafu,
- Mthayi,
- Mgabhi,
- Mhlaba,
- Mchwayo,
- Ntshosho,
- Cengesi,
- Thinta
Abanye bazikhumbula kanje
IZITHAKAZELO ZOMBAMBO
Mageza ngobisi lwenqu⌠yabafazi bamanye
amadoda, abafakozana begeza ngamanzi,
Ubambo kaludliwa ngabafokazana, ludliwa
umlandokazi, Mbiko, Mkhemezela, khethwayo,
Jangaza, Bhubhu kaNdaba, Goba ngokugoba
amadolo, Mbambo kaLushozi kaMomoyi ka
Mandlovu.
Izithakazelo zakwa-Cebekhulu
Gobeni,
Nsele,
Mangethe Zikode kaPhikela,
Wena Wasetsheni,
UZwane akadlelanga phansi wadlela emkhombeni wezinyamazane,
Edla imâhlambi yezinkomo zamadoda,
Ndlangashushwana ngokudla amaNdebele,
Bathi uZwane udleni kwaMtambo?
Kuthiwa udle izinjana zimbili zigcwele umdakana,
Ntshosho!
Wena kaMafu kawalingani,
Aphansi naphezulu,ngoba aphezulu angubo ngubo,
Ntsele kaLinda kaMkhonto,
Awungilinde ngilande ezami eZungeni,
Mthanti,
Nduna ngokuthwalâ isila sensele,
UNtsele kangakanani,
Ngoba nasothini lomkhontâ angahlala.
Isikhova singathi,âhhiâ sibona imihlambi yezinkomo nabantu,
Ninâenadlelâencazeni,
Ninâeniphakelâumyeni odengeleni,
Ngoba ningabenkosi.
Zikode kaNdabansele,
Mabhayi kawalingani nawangaphansi nawangaphezulu,
Mangethe,
Nina bakaVezi Owadlâisihlahla njengengwababane,
Zwane,
Phikela wengwe,
Nselenduna nina basetsheni laseNtshenteka,
Mandaba,
UkubâuMandaba wayengehlanga phezulu saso buswa ubani?
Zinkomo zakwaLinda ezimhlane ugcwele udaka,
Ezathi zidlâubhoqo kanti ziyawuhlakulela Ntshosho,
Nina BaseMangweni!
Ntshangase:
- Mgazi,
- Biyela,
- Menziwa
Mthiyane:
- Ndaba,
- Sokhulu,
- Luvuno,
- Zondo,
- Mazwi,
- Mzwili,
- Nqoboka,
- Skhangane,
- Langa,
- Ndlovu,
- Dlemdlem,
- Sokotshane,
- Mhlungu,
- Madela,
- Lingode,
- Sibhene,
- Gobholubabayo,
- Masingasilele,
- Sokhulu
Zuma:
- Nxamalala,
- Msholozi,
- Matomela,
- Bophela,
- Novela,
- Mpisi,
- Zitha,
- Lugaju,
- Chongochi,
- Nyambisa,
- Hlokohloko,
- Maphumephethe
Zwane:
- Mangethe,
- Cebekhulu,
- Mbengo,
- Mbambo,
- Mungwe,
- Phikelela,
- Nsela,
- Ndabakansele,
- Zikode,
- Nsele,
- Mafu,
- Mthayi,
- Mgabhi,
- Mhlaba,
- Mchwayo,
- Ntshosho,
- Cengesi,
- Thinta
Maseko:
- Ngcamane,
- Sidwabasiluthuli,
- Mdandulukwane,
- Khubonye,
- Ndlovu,
- Maphanga,
- Khabangobe,
- Simelane
Msomi:
- Meyiwa,
- Mdayi,
- Mlamula,
- Bheshwana,
- Maboza
Mlambo:
- Mabhedla,
- Sishango,
- Mahwaqakazi,
- Phisa,
- Mandeku,
- Mdineka,
- Nhlabathi,
- Manzi,
- Nobamba,
- Ntshikantshikana,
- Makhokhoba
Mazibuko:
- Mwelase,
- Khondlo,
- Nzima,
- Phuthini,
- Mgabhi,
- Manzezulu,
- Nkobeni,
- Mzila,
Mangwe, - Mpulo,
- Siwela
Get yours! Price: R300 each âŚâŚWhatsapp me now, tap here https://wa.me/message/Z7SY62F3M4F6N1