clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Gama 😍 Izithakazelo

Izithakazelo Zakwa Gama

Mlangeni!
Wena wakwaSidwaba siluthuli
Singabancwaba bathi
Weta nonina
AbaqeduBombo ngokuhlehletela
UWawawa Wu!
Vukani sekusile malangeni
Nomandla kaMalozi
Ingongoni yamavaneni
AmaSwazi lana.


Previous

Zwane 😍 Izithakazelo

Next

Guliwe 😍 Izithakazelo

3 Comments

  1. Kusho ukuthi umuntu uma engaya ngezithakazelo angeke ashade.At least I am married. Lezithakazelo zifana nezakwaNkosi. Ngiqeda ukucela umfowethu ukuthi angithumelele isithakazelo sakwaNkosi uthi yebo kwangathi siyahlobana nebakwaGama kanye nebakwa Mshengu. Mina ngizwe noMaseko kanye no Simelane banesithakazelo esifanayo nesakwaNkosi as well.

  2. Kuza njani izithakazelo zaka Gama zifana nezaka Nkosi kodwa makushiwo umlando asitshelwa ngabo

  3. Nkosi, Gama Mthulela wena welilanga wena wasemavaneni wena lowacedza Lubombo ngekuhlehletela, Sidwaba siluthuli, tintfwala titsi shhi, gama.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: