O Gule
Malambule Ndlovu ezidle ekhaya ngokuswela umalusi
Magwabane weNdlovu
Mduba Malambule amiable noma engagezile alale engagezile avuke ekuseni ephephuzela ubuya njengepentshisi nina bakwaNsele ngokuthwala isisila seNsele
Nina bakwaslima esahamba emvakwamadoda ngamlenze munye ukube sahamba ngaphambili ngabe akuzange kulunge lutho Nina Bakavondo eladla umhlanga lathi liyawudlakanti aliwudli liyawuhlawulela Nin bakwaNyoni encane uncede eyathatha ubhokosi ngobuqili Malambule.
Tag: Gule
IZIBONGO ZAKWAGULE
UKHOKHO USPHAHLANKUNZI NONONGENA NOMALAMBULEGULE,
MAGWABANE,
NDLOVU,
NKOMEZADLEKHAYA NGOKUSWELA ABELUSI,
NTIMANE LUMNYAMA LUKANYEMBEZI !!
Gule:
- Malambule,
- Nselenduna
Hlalithwa Clan Praises :
marhong’wane, madindwasi!!!
uhlalithwa ngu kabini omnyama namadodana,
ngu thayi thayi bemusukela esgodini kwakama
ngu nzima limnyama ingamhlanga utjhizolo,
u hlalithwa ngu ngalo ziyabikwa emandebeleni
mfazi owamunyisa umntwana ngaphetjheya kweligwa ne ligwana,
ngu msila os’thithibala wakwa nzunza, nalokhu loko usathithibele,
osirhononako akaqali emuva umhlanga usithintile.
ngu makgwadi wakwa mdakana, wona odla umbinazo nguso gegana
ngu pengu ayithunywa, wayithuma iyathumba. yathunywa e swazini yathumba, yathunywa kwa sigwadi yathumba. yathunywa kwa gobha nakhona yathumba.
uhlalithwa li qina eleqa ngamlenze munye, lisenza amano wokweyama eendunguzweni ezimbili ukuya emthonjeni ongaphetjheya kwe ligwa
ukabini mthombo kawuselwa.
umfazi angawusela uyabhijidelwa.
indoda yangawusela ibhodla isibhorho
madindwasi!
Izithakazelo zakwa-Gule
Malambule,
Nselenduna!
Njoko:
- Nqamane,
- Nsele,
- Lindamkhonto,
- Phangisa
Dlomo:
- Mkhabela,
- Dinangwe,
- Bhelesi
Gamede:
- Magadlela,
- Mkhohlwa,
- Mbebe,
- Mhlungu,
- Sebenzekhaya
Dlungwana:
- Nondaba,
- Gagashe,
- Zondi,
- Phithikela,
- Mathaba,
- Nyanzela
Mdlalose:
- Nyanda,
- Maduna,
- Dikane
Gaba:
- Nyawose,
- Mzoneli
Thabethe:
- Mangethe,
- Gema,
- Sosibo
Doyisa:
- Khoso,
- Mzengezi,
- Mvubu
Donda:
- Ngonyama,
- Masinga,
- Thusini,
- Manqele,
- Mzimela,
- Mnguni
Sithole:
- Jobe,
- Mondise,
- Matshana,
- Maphitha,
- Maqoqo,
- Ngqikazi,
- Mgidi,
- Mqolo,
- Mkhwanazi,
- Myshibha,
- Mahamba
Gcabhashe:
- Mnguni,
- Mhlathuze,
- Njonjo,
- Masimuka
Gule:
- Malambule,
- Nselenduna
Izithakazelo zakwa Gule
Omunye ubhale kanje:
Gule Gwabane Malambule Ntima likaMahhoshane Mfunisa owavunisa ukhalo Ndlovemhlophe but kuyedla I used Malambule as my great grands uGeja Mdubazwe owanyanya du ukubuswa amambuka