meaning of names 💛 clan names 💯 history

izithakazelo

Tag: Mdladla Page 1 of 2

Mdladla clan names

Mdladla izithakazelo

Mthiyane Thumbela mongo kaSeyane
Msuthu wasenhla wena owehla ngomzungulu
Wasala wabola,gwazom’gwazayo qili eleqa ombane
jozi,Dlovunga Mpangazitha Qodibe
Muthwa Nyamazane Madela nina enehla ngesilulu enhla noThukela,
Sonkomose, Sogatsha, Thokozwayo, shobalempisi, Magojolo, Ndaba !!

Mdlalose – Amadodana Ka Dikane

Amadodana Ka Dikane
U Nhlaka
UGada
UGomba
UZililose (Intombazane)
Njomela (owakhulela komama)

Izithakazelo zakwa Dunge clan names

Dunge clan names 
Mnombela,
Mthiyane,
Mzinyathi,
Mdladla,
Bhelu ka makhasa,
Makhaza,
Khebeza,
Sababantu njengenkomo,
Thabel ukufa abanye bethabel ukuphila,
Wena wenkayishane,
Tetemanii,
Wena Ka noxula ngoku ulal izibaya zamadoda!

Mdladla Clan names & History

Mdladla,
Jozi,
Dlavunga,
Kamambakazi,
Wena kaMbambela shoba!

Thabethe clan names & History

Thabethe,
Madliwa,
Nyamande,
Nyamakayishi,
Isha ngabaphephezeli,
Msunu sengwayo,
Wena owake wambona umsunu sengwa,
Sgubhu,
Mdladla,
Gaduka!!

Mdladla clan names

Mdladla! Nyamazane, Muthwa! Madela, Thumbela. Mwelase, Qodibe, Mthiyane, Jozi. THUMELA !!

Izithakazelo zakwa Zikhali Clan Names

Zikhali,
Ngwane,
Hlongwane,
Sangweni,
Khanyile,
Mdladla,
Sogodi,
Ndungunye,
Matiwane,
Masumpa,
Masenga Sileka,
Ngwane kaNgwadi,
Izikhali azingalingani nezama xhegwana,

Izithakazelo zakwa Zikhali Clan Names

Zikhali Clan Names
Khanyile,
Sangweni,
Hlongwane,
Mdladla,
Sogodi,
Ngwane.
Ngabathembu,
Sangweni,
Ngwane,
Khanyile, Hlongwane, Nkosi, Gadamanzi, Mtungwa Nina bakaMatiwane Masumpa kaZikhali ezingafani nezabafokazane MaNgwane KaNgwadi. Nkosi Masela Mathanga adunuse onxuweni Ngwadi, Masengasileke, Ndukuzinobulongwe, Mntungwa , ngalende efinyelela lapho ezinye ezingafinyeleli khona tshanobude obungadliwankomo, mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi, ngwane elihle

Ndiweni Clan. Ndiweni Meaning. Ndiweni History

Ndiweni Surname Meaning. Ndiweni Origin. Ndiweni History:

Ndiweni,
Mkheswa,
Mdladla (abadla mandla abo),
Njola, Mthiyane,
Thwalabesabe, Madlodlongwane,
Umagangane, Lomaphikela,
Sisusalal’inkosi, Lodunga olwadungizizwe,
Ijub’elasuka lengoda kwasinqaleni,
Buhlasi bendlunkulu,
Ntanzikusela ngokuthwal’isala sensele,
AmaLebomfula/ Nina omalebe omfula !

izithakazelo zakwa Mdladla Clan Names

I am looking for mdladla clan names

Page 1 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: