Tag: Nyathi
Nyathi praises
Uma unolwazi ngezithakazelo zakwa Nyathi , zithumelae kule-email: bongsk7@gmail.com
Izibongo zakwa Zamisa Izithakazelo zakwaZamisa
- Sawoni,
- Goba,
- Ninela,
- Ndlole,
- Ndlangosela,
- Mkhambu,
- Mbhudu,
- Msalela,
- Bhabhel’khwelayo
Abantu bakwa Buthelezi Shenge
Umlando esinawo wabantu bakwa Buthelezi uqala ku Shenge futhi okunye esikutholayo ukuthi bangaba Ntungwa singazi noma bukhona ubuhlobo naba Ntungwa bakwa Khumalo.
U Shenge uzale uMageba (hhayi uMageba Zulu), yena wazala u Qwangubana no Nyathikazi, u Qwangubana wazala u Mevana no Cole, u Cole wazala u Lubisi, Mtshubhane kanye no Msicwa.
U Mtshubhane wazala u Malahle, u Msicwa wazala u Mandulo.
U Nyathi (Nyathikazi) ka Shenge uzale u Nduvane no Mlambo, uMlambo wazala u Mvulane ozale u Ngqengelele ozale u Mnyamana, ozale u Tshanibezwe no Mkhandumba.
U Tshanibezwe wazala u Mathole, uMathole wazala u Mangosuthu oyinkosi yakwa Phindangene eNkonjeni, Mahlabathino, oLundi.
Izithakazelo zakwa Buthelezi
Buthelezi, Shenge, Ndaba, Ngwane, Mvulane, Ngqengelele oyivalo zibili, uthi uvala lesi avule lesi;
Wena owadliwa yiNdlovu,
Zimudla Zimlabalabela,
Mbangambi;
Inyathematheza, eyatheza lapho kungathezi khona muntu,
Gibisizungu, Mthandeni, Sokwalisa, Mnyamane ka Ngqengelele,
Sondiya, Somkhabase;
Nina bezinyawo ezimahhele,
Enaganisa izintombi, nanganye nangambili!
Xaba
Shwabade, Nonkosi
Ntombela
- Mpangazitha,
- Mahlobo,
- Ntanzi,
- Msangula,
- Gebhezi,
- Zulu,
- Lukhwazi,
- Mageba,
- Hlongwa,
- Mahaye,
- Nodangu,
- Sokhela,
- Nzuza,
- Khawula,
- Mshazi
Khuboni
Maseko, Simelane
Ndlovu
- Gatsheni,
- Boyabenyathi,
- Zingelwayo,
- Mpongo,
- Mthiyane,
- Mdubusi
Ntuli
- Mbhele,
- Mphemba,
- Nyathi,
- Godide,
- Ndlela ka Sompisi,
- Sothole,
- Gudukazi uyi Ncwayo,
- Khuboni,
- Guqa,
- Masalela,
- Mazimuzimu,
- Mgwabini,
- Langa
Jiyane-Lamola
Zinyane, Mthembu
Gambu
Memela, Msuthu, Nontuli
Mdletshe
- Ngomane,
- Msindazwe,
- Nzamela,
- Gwaza