clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Stanley MONDLE Mbatha

Stanley MONDLE Mbatha ka Mhlakazanhlansi.

Previous

Ndlovu Izithakazelo noMlando

Next

Sibeko Clan Izithakazelo & History

81 Comments

  1. Nonkululeko

    Ngicela ningitholela imvelaphi nezithakazelo zakwa NKOMONDE

  2. BONGEKA NDLOVU

    GUYZ MINA I’M REALLY CONFUSED ABOUT MY SURNAME

  3. BONGEKA NDLOVU

    MINA NGICELA NINGICHAZE NGESIBONGO SAKWA NDLOVU PLZ GUYZ

  4. khetha

    ngicela ningazise kabanzi ngesibongo saka Madiya ngoba naso izthakazelo zakhona zithi azifane nse nezaka Ndlovu

  5. Mazama

    Izithakazelo zakwaMbotho
    Mbotho
    Mazama
    Mtshikilana/Mshikila
    Mpula
    Nsindani
    Myalo
    Tolo
    sibasa manzini kuvuthe umlilo
    malandelwa intombi ithi ndizeke
    ontangana kayiphenjwa iphenjwa ngenyama
    Ntothoviyane omazinyo aluthotho

    amaMbotho asezingolweni,nakoNZIMAKHWE
    Mbotho
    Mshikilana
    Dlangamandla
    Mazama
    Tolo
    malandelwa into ithi ndizeke
    sibasa manzini kuvuthe umlilo

    amaMbotho aseMzimkhulu
    Mjuqu
    Mbotho/Mbothwe
    Mtshikilana
    Nqgiza
    Jileka
    Matalankosi

    Mbotho aselusikisiki(SOGXABA,NONTWANA,HLEZA,BLAYI BANINGI KAKHULU)
    Yalo/Myalo
    Mbotho
    Mazama
    Mtshikilana weTolo
    sibasamanzini kuvuthe umlilo
    malandelwa intombi ithi ndizeke

    amaMbotho aseNggeleni
    Bango;maningi amayalo

    eMqanduli naseMthatha
    emayalweni
    Mbotho
    Mtshikilana
    Myalo
    Mazama
    Thoyana
    ngcakhwe
    fulela mfazi olivila kuyanathwa
    sibasa manzini kuvuthe umlilo

    amaMbotho asemaXhoseni
    asebenzisa amaVan njengalawa nje
    Vuke
    Mfeya
    Xaso
    Nakani
    Pama
    Mabhengwana
    Mzukwa
    Sukwana
    stemela

    Ngcingwana/Mjuqu ukwaBhaca
    Mpitshana kwelamaxesibe noJileka

    wonke lamaMbotho adume ngokunyanga
    kunezindlu zemvula(Mpula)
    ezidumisa izulu
    ezilamula impi ifa lakwenye indlu aliyi kwenye
    kodwa cishe zonke ziyelapha akuvamile kube nesangoma kwaMbotho,kunezinyanga eziningi

  6. Bonga coloumbus, Gambu ke lowo

    Ushaye khon impela mfo ka memela okusho khon ukuth impela uyazi la udabuka khona, mazidle zigoduka msu2 kaNontuli kalanga ngwekazi kade ngzula ngfunana nenkomo eGambu, la uyithola khona ungthinte 0783576231

  7. I want to know ngesibongo sakwa Gwentshu #Sigwebela nemvelaphi yabo plz WhatsApp me on 0606293460

  8. iimbongo zakwamasilela

  9. Mzabalazo

    ngicela owazi uMlando wakaMadlala

  10. Mzabalazo Mthokozisi Madlala

    Ngicela ukwazi uMlando wakaMadlal

  11. thuli nkosi

    Sanibona, ngicela izithakazelo zakwaMadida

  12. freedom ngcobo

    Ngicela u kwazi nesibongo sakwa Ngcobo ukuthi sasengesakwabani singabizwa ngokuthi e sakwa Ngcobo

  13. Mduduzi

    Ngicel ukbaningi size ngo mlando wakwa Mthanti as well nendabuko yabo.Izithakazelo zakhon ngaz ezincan:Mthanti gumede myaka ndima kayilingan ubusik nehlob.

  14. NELISIWE ndlovu

    HI CAN I SOME ONE ASSIST NGEZITHAKAZELO ZAKHWA MSHIBE???

  15. Nelisa

    Hi,

    ngicela ningisize ngomlando wabantu bakwa Nkumbuza

  16. Hlanganani Malembe

    Ngicela ningisize ngomlando wabantu bakwaMalembe

  17. Mboniseni

    Ngicela ungitholele ngesibongo sakwa Malembe nomlandowaso

  18. Ngicela ungibhekela ugumede kany nomlandobwakhona nokuzalana kwabo

  19. Elvis

    nami bakithi bgisacela izithakaselo zakwa Maseko

  20. mduduzi

    PLZ help me and us all the MNDABANE fmly. NGICELA UKWAZI MAYELANA NESIBONGO SAKWA-MNDABANE ,NAMASIKO AKHONA,NEMVELAPHI YASO ;NEZITHAKAZELO ZAKHONA.

  21. bonginkosi

    ngicela izithakazelo zabakwa NKOMO nemvelaphi/mlando wabo.

  22. Nokulunga

    Ngicela ukwazi izithakazelo zakwaGudazi/Gudasi nemvelaphi yabo nokuthi bahlobene kanjani nabantu bakwaKhumalo. Ngiyabonga.

  23. Mabongi

    Ngicela ningichazele ngezithakazelo zakwa Mdanda nemvelaphi yaso

    • BUHLE mdanda

      Mdanda sokhabase mqawe kambazo nyoni zimaphikomade

  24. mbheki khanyile

    siyabonga ngokuchazela ngemvelaphi yethu siyazqhenya namhlanje , mina Ngwane bengingazi lutho ngomlando wakwaKhanyile now i know thank you.

  25. Mahlatse

    Bengiqela ithakazelo nebogo zaka ntshalintshali

  26. Vusi

    Ngiqela ningiphe iithakazelo zakwa ntshalintshali ngiyaqela abantu

    • Ntshalintshali, Mtshongolo, Sanelanga , Bonazangiwe-zingangi muntu, zimkhuhle indlovu zimbekile ,amagangada akantshaba ,majuba nizithula aniliboni itshe limingothi……kokunye bese kuhlangana nezigiyo zokhokho nomkhulu bethu ziningi “mtshongolo”

  27. michael madlopha

    Ngicela ukwazi ngaba kwamadlopha

    • Mandy madlopha thabethe

      Ngonyama nyathikaz mabhedla sonkophe sothondose zwide ka langa sondiyandiya Nina Enathandwa inkosi yakwanondwengu Nina enacoba isizwe tht all I knw madlopha

  28. Elijah mkhwebane

    Ngicela ugibhekele izithakazelo zaka mkhwebane whtsapp 0728486849 plz

  29. nkosinathi

    Sanibona ngicela ukusizwa ngezithakazelo zika Simelane nomlando wakhona ngiyacela

  30. izithakazelo zakwa Lebeko

  31. Mina ngicela ucubungele ngomlando waka Mhlanzi, kanye nezithakazelo zakhona. Bona oBAYENI

  32. Promise

    Ngicela usizo ngesibongo sakwaKhanyi nomlando waso

  33. Mantu mbazini

    Ngcela ningisize ngezithakazelo zakwa MBAZINI

  34. Ngisacela shandu ungisize ngomlandu wabantu baka ndebele neyithakazelo zakhon angazi lezi zona ngabe yizona umanzankosi ndlelanhle vananda

  35. ngicela ningisiza ngezithakazelo zakwaMweli…engizaziyo ilezi ezithi MWELI GWINYA MPHANKOMO DUBANDLELA WENA OWASEZANSI WENA OWAKAMTALASELWA WENA OWAMALANDAKAZI WENA OWASENTUMENI WENA OWANYELINYONGO….angazik mase kuqhubeka kuthini…ngicela ningiphuthube bandla ngyanicela

  36. Ndicela nindincede ngezithakazelo nemvelaphi yakwa Mdladla

  37. sibusiso

    Ngicela ukwaziswa ngezithakazelo zakwa Mokoena uma zikhona, nanokuthi bahlobene yini nabantu bakwa Ngwenya

  38. Hi pls ngicela ningibhekele umlando wakaLubisi nesithakazelo

  39. nhlakanipho

    Ngicela usiZo ngezithajazelo no mlando wakwa Ndimande

  40. Lundi

    Ndicela uncedo ngomlando waMasimango ukuthi aphumaphi kanye-kanye futhi kwenzenjani ukuthi izibongo zahlukane.

  41. lindelani phakathi

    Ngisacela ningiphe imvelaphi yabantu bakwa phakathi nezithakazelo

  42. Fikile

    Ngazi ukuthi ngizalwa uMohlakoana,ngcela usizo ngalesibongo sabesuthu ,imvelaphi yabo kanye nokwehlukana kwabo ngoba kukhona noPakies kubo

  43. mduduzi Mndabane

    sanibona.ngigu Mduduzi wiseman ohlala epmb embali .ngine kinga yesibongo sam angisazi kahle ngifisa ukwZ umlando waso MNDABANE NEZITHAKAZELO ZAKHO NEMVELAPHI YASO

    • sanibonani kuseyimi okhathazekike emoyeni .kokynye okuthiwa angikungcwalise angikyqodi e.g fied.ngicela ngixusa nina abezithakazelo ningisize ngesibongo sakuthi SAKWAMNDABANE NEVELAPHI YASO NAMASIKOMPILO AKHONA .NDUDUZI WISEMAN MNDABANE.MY [email protected]

    • mduduzi wiiseman mndabane

      SANIBONA.NGINGUMDUDUZI WISEMAN MNDABANE:ngicela ukwazi umlando wakwaMNDABABE NEZITHAKAZELO ZAKHONA NOMSUKA WASO NAMASIKO AKHONA.PLZ NGICELA IMPENDULO

      • mduduzi mndabane

        it mduduzi mndabane mndabane.no reply.

  44. thabisile mdluli

    hi guys.ngcela ningiphe umlando wakwaMganu kanye nezithakazelo zakhona

  45. Phumlani Peter Mditshwa

    Can someone help me with isithakazelo n nezisho and other staff about Mditshwa, khwetshube

  46. S'fiso Ndlela

    Mina ngisacela ukusizwa ngomlando wakwaNdlela nemvelaphi yakhona ngoba engikwaziyo kuncane kakhulu uma sithakazelwa kuyaye kuthiwe Bayeni ,Njakunye ,Madani bese ngingabe ngisazi ke uma usuqhubeka ukuthi kuthiwani

  47. Afrika Nkomo

    Ngincela nigichazela ngoNkomo lo wase Mambatheni ozalwa uShandu noNkomo wama Swati ozalwa kwa uMkhwanazi bahlobeni noma bahlukene

    • Cha abahlobananga futhi owase MaMbatheni akazange asetshenziswe njenge sibongo wagcina nje kuyigama.

      Admin

    • UNkomo umnye mntakababa sonke sizalwa yindoda enye uNkomo, okusahlulayo nje kukuthi sizalelwa kuphi nelwimi nelwimi esizikhulumayo zeziphi. Sometimes uyemntwana akhule close to the mother’s family, akhulume ilwimi yakhona kulomha wakhe.

  48. Ngicela umlandu nezithakazelo zakwa Ngubeni nezakwa Malaza

  49. NGYAJABULA UKUTHOLA UMLANDO WAKWA DLAMINI SENGWHlUPHEKELE KANGAKA

  50. Ngicela ukwazi imvelaphi nezithakazelo zakwa phungula.

  51. Ngcela ungbhekele izithakazelo zakwa myeni

    • Sesha umyeni noma Myeki kulo Lelikhasi uzozithola.

      Admin

  52. Sthabiso Makhoba

    Do you Know the origins and the flow of the Makhoba family starting from the top until Makhoba and Zungu

    • Sthabiso Makhoba

      May u please give me uzalo lakwa Makhoba kusukela kuye u Makhoba. Ukuthi wazala oban bafudukela kuphi , kuze kufike manje

  53. P.kay

    Ngicela us ozone ngomlando nezithakazalo zakwa nqayii

  54. Ngiqela izithakazelo zakwa DAKILE NEMVELAPHI YAKHONA

  55. mpumi

    ngicela izithakazeli zakwa Rayi , indabuko

    yabo isizwe sama Xhosa
    ngiyabonga.

  56. Nobuhle Ntobela

    ngicela ukwazi izithakazelo ka kwa Ntobela nemvelaphi yakhona .ngiyabonga.

  57. m.j

    Ngcela esakwa mokoena

  58. DUMISANI

    ngicela esakwa Nala msikhona nemvelaphi yabo

    • Nelisiwe Inocentia Nala

      Mina ngiye ngizwe kuthiwa isibongo sakwaNala siwela ezilimini eziningi njengeSiZulu ;Sotho ;Xhosa nezinye .Mina engingakusiza ngazo ezasekhaya zesiZulu

      NALA
      Gwija ;Nongalo ;Mhlophe ;Tholelihle
      Gwegwelazitha ;Jeleza ngalende eyadla ngokuzilamulela
      Umathanga kawahlangani ahlangana mayebona isoka
      Umbala omhlophe enkomeni bawubona qede bawuhawukele
      Ingane yenkosi kayobongwa
      Hamashe

      • Phendula Gwantsela Nala

        Mna ndingu Mpempe uNala uzalwanguMpembe kwasoTshangane ze uNala waya kwaZulu wazala uNkomba,uThabethe kunye noNzima kwintombi yaseMtshezi uMasithole kemna ndingu mpembe nala nomqguma ndokose nojakadela nkomo ezimhlophe ziyala ukulandela ndikumhlaba wakwaBomvana ngoku

  59. brenda

    ngcela ningazisa ngezithakazelo zakwa mdakdne

  60. Ngicela ungibhekele izithakazelo zakwaMathunjwa.

    • khosi

      to Thabani : izibongo zakwaMathunjwa oMnenemba,Mgabhi (Abanye abantu abakwaMgabhi oCebekhulu)

      • Sizwe

        Ngicela umlando nencazelo yabakwa Dhlamini noose abodlubuladledle nemvelaphi Yabo

  61. Themba

    Ngicela ungibhekele izithakazelo zakwa-Mokoena kanjalo nomlando wabo.

  62. Ngicela Ungibhalele izithakazelo zakwaHadebe

    • Look up Mahadevi. HaDebe is a mixture of 2 tribes – Ha and Debe. AmaHa is a priestly Tribe who come from Ko-Ha-th, son of Levi. Debe comes from Levi/Deve – the Levites were priests, who were also instrumental in leading the children of Israel astray to other religions. V=b in Bantu, Sanskrit, South East Asia language orthography. The tribe of AmaHlubi was called amaHhuhhu, before that, AmaNgelengele (amaBhele/ AmaBeleBele to be more precise) and Mbire/Mbele/Mbele MaMbo before then. In Bantu languages, nge and mbe/bhe is used in the same way as AmaMbo and AmaNgo is the same thing. To read up on our history after say, 1500, then you can look up Thagicu (eMbu (Bhele/Mbire), Kikuyu, Meru) etc. that migrated together from Kenya. prior to that, you would find them better googling Kannanda (Kanaan) Dynasty and reading up on the Chola (Jola) Dynasty, Chalukya etc. It is hard reading as the names are in Sanskrit but with some substitutions it becomes easier to read it. For instance, I can read words like Andrha = Amandla, Sangan = Mhlangano (corruption Msangano), Chola = Jola (Pondos), MahaDevi = MaHaDebe, Lamula (River where we lived in India) = Lamula (Surname/name), Moodley = Mudli (Shaka’s uncle), Badami = BaThambi (as in faith Muthambi – a Meru woman, who is Venda in SA but Meru in Kenya). I can list a lot like Raja (Mlanga/Mlanja) – which was a King or Ruler in india and with us, Rajesh – Mlanjetse/Mlangetshe etc. Our real identity is what they call red indians and all black people including khoi san and cape coloureds are actually the tribes of israel and the tribes that we annexed such as ammonites, moabites, medians, Ishmaelites (Ntshumayelo and ishmael means the same thing), nahorites and all the tribes of the wives of Jacob and his sons. Bantu is Israelite. To understand who Bantus are, just read the Book of Numbers in the Bible. All of it is there. how we migrate, how we treat each other, etc. It si fascinating!

  63. lindy

    Ngicela izithakazelo zakasimelane

    • Mandlenkosi Simelane

      Magutshwa
      Ntengwayo
      Mpembe likalokothwayo
      Simelane sikaNdlovu zidlekhaya
      Ezaswelumelusi ngokudlekhaya
      Malokothwanemnyama
      Simelane ongengakanani ngoba
      Nasentendeni yesandla uyenela.

  64. zanele

    Ngicela ungibhekela umlando wabantu bakwaYaka

    • https://en.wikipedia.org/wiki/Dayak_people
      AbaKwaYaka are part of the group called medians or Sabaens. that is why izibongo zakhona zingoMhlaba (MSaba), Gumede… etc. They were key parts of the army in the old world and i believe they are the sons and daughters of Issachar, son of Jacob, son of Isaac, son of Abraham. To read up more on them, read the Book of Numbers in the Bible and the Book of Genesis.Fought with bow and arrow. there are also a lot of AmaYaka just above Ko-Ngo in Gabon and Cameroon, some in Ko-ngo (DRC and Republic) all the way to Tanzania. Brave warriors of bow and arrow. during the dark years, they were called Nayaks in pagan India. Our origin was as the chosen children of God. Bantu is Hebrew!! Yaka is Israel. Remember that!!!

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: