clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Category: Izithakazelo Page 57 of 437

Zumbe clan names/ iziduko zabeZumbe

Zumbe surname | Zumbe clan & History

Ngcwina,
Zumbe,
Mabhula,
Mnxothi,
Ndalane KaNdodi,
Siqwephu solusu,
Nyama yangaphakathi,
Nyama emdaka ethandwa ngabafazi,
Mntwana wenkosi uNgcwina,
Zumbe omhle sekenentongo,
malilelwa zintombi, zibona intongo zithi zipesika,
ontongo zosulwa ngababathandayo,
Simanga sekati edla amanqathe odwa,
Mpondomise !

Izithakazelo zakwa Mphuthi clan names & History

MPHUTHI!
PHUTHINI!
NGULU!
SALUKAZI ESASHESHE SAFA IKHEHLA LINGAKADELI AMANANDINANDI! BHILIMA!!

Izithakazelo zakwa Zondi Clan & History

Zondi,
Nondaba,
Gagashe,
Luqa,
Thethani,
Nhlab’shile,
Bhambatha kaMancinza,
Nyawo zimhloshana ngokunyathela emachobeni !

Nawu umlando wabakwaZondo

Shumi clan names & History

Mandaba,
mashibase,
mabhadela,
mamntungwa,
mabharuza, mamvelase, manonunu, manyuza, mbulazi ka ndaba nothuli, bafazi bahle nabe yeni bazo !

Khoza clan names

Mbuyisa,
Mbongo,
Rhulukwe ka rostwana,
Nsipho zimnyama ngokuqwanda phansi !

Izithakazelo zakwaMeyiwa

Meyiwa clan praises
Ntusi,
Bheshwabe,
Makholeka,
Zehlengele,
Mangininda ngemkhonto abanye bengininda ngeshlanjani,
Abakamkhonto olotsholwa njengentombi,
Nina enehla ngomzungulu wasala wabola,
Amachwane azalela ngaphesheya kolwande abuyesebhabhaza,
Abakabthenge,
Msomi,
Gasa,
Nomndayii,
Mangamahle !

Ngoepe clan names

Mosima,
Lerato,
Phuti,
Tlou,
Lesiba,
Kiletji !

Tola Clan Names

Changisa
Zulu
Skhomo !

Mabhida clan praises

Sgidla umabele jongosi
othanda intombi encane
ngoba endala zimubangela ufehlane !

Makhonjwa clan names & History

Izithakazelo zakwaMakhonjwa

Makhonjwa mlala mlamula inkunzi ezilwako engewazilisa zingabulalana, singebakwa gongu unogajana unyoni uNosbiko unyoni uNobkhwebezi ewathusa amatjhakazana emhlangeni eyathi Gqii lokotho ! singebakwa Makhonjwa intaba ayikhonjwa wayikhomba izakugirikela, ngu mlala ngu Makhonjwa keloyo!

Page 57 of 437

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: