Mkhize:
- Gubhela
- Gcwabe
- Zihlandlo
- Khabazela ka Mavovo
- Ngunezi Bamba aba Mbulazi
- Sibiside
- Sidaphudaphu
- Nzalo ka Luzalo
- Mlangeni
- Gasela
- Sishiya
- Madondo
- Mdephane
- Dlamane
- Sacolo
Abakwa Mkhize bahlobene nabakwa Dlamini, Mlangeni, Ama-Mpondo/Mpondomise bonke aba Mbo badabuka ku Sibiside kwabe sekuba nokuhlukana ngokwezindlu.
Sizakele Angela Mkhize
Mina I am a lost Mkhize. Ngakhulela eZimbabwe. Umama ngowako Khumalo, emanxeleni, ENtabazinduna koBulawayo. Ibizo lakhe ngu Thandeka.Ubaba ngowaKwadlangezwa. I believe thatโs kwaZulu, Natal. I lost contact with the Mkhize side of the family since I was brought to Zimbabwe ngisamncane. Iโve tried to search for my fatherโs side of the family but in vain. Ubaba ngu Mduduzi Godfrey Mkhize. Kulomunye owazi ngami na? Any leads are valuable. Ngiyabonga.
Mfaniseni S.Mkhize
Ngyaziqhaja ngokuba ithambo negazi loNgunezi nomlando waso…..
Mandulo waseMbo
Ngyasithanda isibongo sasekhaya lokuth kungenza ngingakhohkwa ukuth ngingowakaboni ngiyalithanda negama lami engaqanjwa lona kaMkhize uMandolo waseMbo
Thandeka
ngijabulile ngokwazi izihlobo zam kanye nemvelaphi yam ngyakuthokozela lokho kakhulu thina bo khabazela sengisho o gubhela phela njr
Mpilwenhle
Mina ngibuhlungu ngoba ubaba wengane yami ngowakwa dlamini mina ngowakwa mkhize
Andile mkhize
Ngiyajabula ukwazi imvelaphi yami ngesibongo sami
Zamambo Mkhize
Cela ukbuza basembo uDlamini ungenangaphi koMkhize?
Th
Dlamini, uMkhize kanye noNjanya bazalwa Inkosi uSibiside.
Ntombile
yooo mine ngisthanda kakhulu, ngishadele kusona, abo mumbomhlophe, abo gcwabe,,, ngiyabathanda kakhulu!!!
David Smath
Ngiyasithanda lesi sbongo ngithanda negama lami engaqanjwa lona ukuthi nguMagcwabe lokho kungenza ngingakhohlwa imvelaphi yami
Zamambo
ha ha okusho ukuthi ibona aba faller under u Mkhize
Zamambo
cha angvumi thina nj sizimele asihloban namuntu la siwogcwabe nj khabazela
Mpumear Mkhize
Mina ngowakwa Mkhize ngiganele ka Dlamini,kshuth ngonile nj bakwe2?
londiwe
Hi cela ezaka Shongwe
thulisiwe
cha mina angihlobile khona
sthandiwe
yebo SINGAMAMPONDO namaMPONDOMISE nama XESIBE siyinzalo KA NJANYA ozalwa ngu SIBISIDE WASE Mbo…
zinhle mkhize
Owh that means im related to my Man
Thabani Mkhize
Jha niqhuba uzalo
Xolani
kudala ngitshela oKhumalo noDlamini ukuthi bayinzalo kaSibiside uMkhize lowo.
Khayalethu
Ngiyajabula impela ukwazi imvelaphi ngesibongo sami mkhize.
Sizakele
Kusho ukuthi uMkhize, uMagasela,uMlangeni,uDlamini, oNgwane, oHlatshwayo…bayahlobana?
Thandeka
Obvious kunobuhlobo