Mabhida, Sgwaza, Julaza, Choko, Mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela, Dambuza, Mthakathi, Injulala eyadla amahleza asobindini….
thina endlin kamnqolo zikanje ngyazi abanye baba nokudideka ezithakazelwen zakwamabhida isikhathi esiningi kubizwa amakhehla ngokwezindlu ingakho ziba ngath zinokuhluka kodwa munye mabhida jikelele !!! ππΎππΎππΎ
Tag: Dambuza
Izithakazelo zakwa NgcoboΒ
- Mapholoba,
- Nyuswa,
- Fuze, Mavela,
- Mafuz’afulele njengefu lemvula,Β
- Mashiya amahle ngath azoshumayela,
- Dambuza, Mthabathe,
- Mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela,
- Malal’efake umunwe endunu,
- Avuke ekuseni awuncinde akhombe ilanga,
- Mavulankungu kuvel’ilanga,
- Sididane,
- Ngongoma,
- Maqadi amakhulu,
- Mbili!
Ndlela Clan Praises π Ndlela surname
Ndlela,
Bayeni,
Machunu amahle anyathela ngemikhonto esanda kulolwa!
Khambule-Nkambule
Mncube-Ncube, Mzilankatha, Nkomo, Mlotshwa, Malanelilanga, Magosolo, Mpangazitha, Makhombothi, Dambuza, Mthabathe, Nkambule-Khambule, Silutshana, Mbunda, Maweni, Siyobi, Mthombeni, Madlozi
Khoza
Mlotshwa, Msuthu, Mkhathini, Mancencence, Hlabisa, Ntshingwayo, Mangena, Mlilo, Skhothana, Mabona, Nomageja, Sokhabase, Ntshamase, Ndlandla, Sphandabantwana, Ndlelehambekhaya Eyanqamula kwa Mandlakazi
Sibiya
Sotobe, Gazu, Ndaba, Gumede, Khathi, Manyele onyelela njenge Ntombi iya esokeni, Zethembe, Zingelwayo, Mdladla, Mqeku, Mheqwa, Ngobe, Mxa, Nogwaza, Magamanxa, Mhluzana, Soso, Mthole, Nandisa, Mbede, Mgxebe, Mkhananda, Mpangalala
Jali
Sjongo, Phumela, Ngcolosi, Mpemvu, Mlomunendaba, Mmemezi ka Hlangabeza