Mdomula kaNtambo,
Mpunz’ezandlel ‘ ethunzini ngoba zesaba imisebe yelanga,
Njojo,
Mabhala ngozipho abafokazi babhala ngamapensela,
Magezana,
Nhlabathi!