Nikwe,
Mabhula ngengalo abange bebhula ngamahlahla,
Mbenya ezkakayo njengeShongwe,
Mfazonebel’elide oncelisingane ingale komfula,
Zbayezinkulu,
Mabuthis’umlungu,
Mzaba,
Mpongo encane eyahlula ngokbhebha,
Malandelwa intombi ithi ngizeke,
Mngcaka,Ncengwayo,
Makhul’alingane nentaba,
Mvundla…