izithakazelo zakwa Xulu

Xulu,
Makhathini,
Khuhla phansi njenge khowa ndlovu,
Donda,
Ntulikabonga,
Obonga wena uzona umlomo,
maGxabhashe,
Wena owashya phansi kwa vela abantu nezinkomo!