Shibase,
Zondi,
Nondaba,
Mqathongo,
Gagashe,
Mancinza,
Owancinza izintombi wazibuyisela esokeni,
Ntombi ezibuya emendweni ngoba zesaba ukuhlupheka,
Mzekwayo,
uLuqa!