Mgabadeli,
Msuthu,
Sgubudu,
Dlebenkomo,
Sgubudu esingafakwa mkhala sifakwa siyadabula !
Tag: Sgubudu
Selane, hlasela, sakazi, nxama, gabadela owagabadela wehla ngesilulu entabeni zaselisuthu, msuthu, wena ka Ndlebenkomo!
Admin notes: Read what another guest added about this surname
Ubude abuphangwa
lokhu kusho ukuth uma uyingane ungajaheli izinto zabantu abadala.
Linda nawe iskhath sakho soze sifike…siyafana nalesi esith ungaphangi umdaka izulu lingakani