Izithakazelo zakwaSigubudu

Sigubudu,
Sakazi,
Malazi,
Wena owasebuhleni,
Sebhashi,
Nxama,
Wena makuphuma ilanga ucwebezele,
Wena mawuhamba kuphenduka amakhanda,
Wena washaya izinyoni ezimbili ngetshe elondwa,
Isigubudu esihle esikhuluma amagama amtoti,
Umagaduzela wasebuhleni !