clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Hlophe Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Hlophe

Thumbeza kamyeni,
Ntombi zenda ngonyezi,
Ezabafokazana zenda ngobumnyama,
Mahlekwana,
Nina enahlek’umuntu edlula ngendlela,
Dlezi!

eSwatini version:

Hlophe
Mabhengu
Mkhonkosi Lukambule Nabonkhosi Nabongwane Kukhala,
Jojo Nyonilenhle lengahlali phansi lendlalelwa esihlantsini
Samela !!

Zikhona izikibha nama-hoodies:
Whatsapp me by clicking this link

Previous

Hlongwane

Next

Izithakazelo zakwa Hlubi Clan Names Umlando

28 Comments

  1. zandile hlope

    Sanibonani kufanele sibize mbizo yakwaHlophe sihlangane ngoba ngiyabona siyahlobana mina nginguZandile Hlope from Mamelodi Pretoria

  2. Sibulele Hlophe

    Lukhalo olibomvu lakwamandlakazi bhengu Makhonkosi yena owatalwa njene nkosi ngwane

    • Andiswa

      Angazi sihlobene kanjani NoMadlakase

  3. Sandile Hlophe

    Nam ngazi sihlobene nabo bhengu ukuthi ngaliphi angaz nencazelo eqondile angiyaz cz m sure ukhona ubhengu othandana no hlophe

  4. Sidabuka endaweni eyodwa sonke. Sisuka eSwatini. Kepha iNkosi iyaye ibe nabafazi abaningi. Banezindlu ezingalingani ngokwesiko. Akuwona wonke amadodana ayokwebusa iNkosi matikhothama. Ukhondolo lwethu thina esingapha luqhamuka endlini encase yasokhohlo eyadabuka tase IQ Ona ukuliflathela elakaNgwane yehla nedlanzana yeza kwaZulu ngaphansi kobukhosi beNkosi uMpande. Thina sizithakazela ngokhondolo lwalamakhosi namakhehla aqembuka kodwa nawo aqhamuka khona ayebiza Ziba lezi ezibizwa eSwatini

  5. Hlophe mabhengu mkhonkosi lukhalo olubovu mahamba mabuya ungaphethanga lutho

  6. Hlophe Mabhengu Mkhonkosi Lukambule Nabonkhosi Nabongwane Kukhala, Jojo Nyonilenhle lengahlali phansi lendlalelwa esihlantsini

  7. Hi, I'm Slondiwe Hlophe, Mabhengu Mkhonkosi Ndawonde kandaba asivali ngezivalo sivala ngamakhanda amadoda Samela Thumbeza. I'm happy to see oMabhengu befisa ukwazi umlando wethu as oSamela

  8. Ok engikwaziyo mina ukuthi omteshane ohlophe kunomlando njengoba bezibiza ngomteshane kodwa nje bawohlophe ngokuphelele

  9. Okunye mina engithanda ukukwazi ulando wonke wakahlophe i once met ufelix hlophe and he told me that uhlophe walana nowaseswatini akusiyo into eyodwa

  10. Ok engikwaziyo mina ukuthi omteshane ohlophe kunomlando njengoba bezibiza ngomteshane kodwa nje bawohlophe ngokuphelele

  11. Yebo. Kwakunabantwana bakwaHlophe ekilasini elilodwa benamagama afanayo. Kwathathwa isinqumo sokuthi bahlukaniswe ngezibongo. Omunye wabo wayenomkhulu obizwa ngoMtheshana. Wabizwa ngegama likamkhulu wake kanjalo umntwana wakwaHlophe.

  12. cela ukubuza abakwa BHENGU bahlobeneni nabakwa HLOPHE not MaBHENGU but BHENGU

  13. abakwa BHENGU bahlobeneni nabakwa HLOPHE

  14. Kanti ubani lo "Dlezi" futhi ezithakazelweni zakithi kwa Hlophe? Abazali bami baze badlula kulomhlaba bengakaze bayiphathe eyalo Dlezi.

    • Hayi nami angiyaz eka dlezi ngihuye impela u Hlophe n odlelzi engibaziyo asihlobene nakancane nabo

  15. Hlophe Mabhengu Khambule Mkhonkosi
    Makhutjw'angophi…

  16. Hlophe Mabhengu bakhonkosi

  17. ngifisa ukwazi ukuthi sihlobene yini uHlophe nomteshana

  18. Cha thina esakwaHlophe asihlobene nabakwa Myeni. Samthumba uMyeni qha.

  19. Ngingu Zandile Hlophe ngingajabula ukwazi izithakazelo zami ngolimi lwethu lwesi Swati ngibonge.

    • Mandisa Hlophe

      Uhlalaphi yeZandile…?

  20. yebo nkosazana sihlobene

  21. yebo nkosazana sihlobene

  22. Yebo nomkhosi isiza2 esendza ngisho njalo kuthi umyeni ikhehla elazala uthumbeza mina ngingakunika umlando wesibongo sakwaHlophe

    • Nonhlanhla

      Ngiyacela please I’m deeply related

  23. Cela ukwazi ukuthi njengoba esithakazelweni sakwaHlophe kunoMyeni ngabe sihlobene noMyeni?

  24. Anonymous

    I want the Swazi vesion

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: