clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Kheswa Clan Names & History

Izithakazelo zakwa Kheswa

  • Kheswa,
  • Mnguni,
  • Nozulu liyasa liyasibekela,
  • Mngun’omuhle wakwaMchumane,
  • Mpofane,
  • Mchumane , Ngelengele,
  • Liyasa liyasibekela,
  • Nozulu, Mpangazitha,
  • Maqhaqhambi wezulu eliphezulu,
  • Izimpofana zawela uThukela nomlazane onameva,
  • Neza Nimachochombela njengekwindla,
  • USuthu Oluzalela izinja lungazalela izinzule luyahlanya!

Previous

Izithakazelo zakwa Khawula Clan Names Imvelaphi

Next

Izithakazelo zakwa Khobeni Clan Names & History

9 Comments

  1. Mina ngingowakwa Mnguni kepha izithakazelo zasekhaya zithi "Mnguni shopholo ,mchumane,mbilini ungadliwa ngabalandakazi ,unodange,unodange edumile … Manje ngiyathuka uma ngibona ezakwa Kheswa

    • Xolisile

      Hi Mnguni kuphi nendawo. Nami ngezwa besho Shopholo

  2. Ay bengingaz' ukuthi uXulu no Kheswa bazalwa kunye…bengike ngixakwe uGumede bakwethu ukuthi ngabe naye uhlobene no Kheswa? Mina ke ngingu Nozulu uliyasa liyasibekela lichochombele njengokwindla!!

  3. Waw makufundwe bantakwethu umnuM azazi

  4. Ngifisa ukuzifundisa umfan wami

  5. Wow im so happy coz i wanted to learn izithakazelo zakwa Kheswa for a very long time my mom never thought it was important.

  6. Ngathi bazalwa kunye

  7. Kukhona yini ukuzalana phakathi kwabantu bakwaXulu nabakwaKheswa? Ngibona phela izithakazelo zabo zinokufana.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: