clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Makhombothi, Kubheka, Mnyandu

Makhombothi:

  • Ntumbeza,
  • Mlotshwa,
  • Ntunzi,
  • Cabuzela onyawo zincane zingabankulu zifuze ekhabonina,
  • Khambule,
  • Nkambule,
  • Mzilankatha,
  • Shezi,
  • Magidla

Kubheka:

  • Khathide,
  • Masobote,
  • Sombheshane,
  • Makhunga,
  • Ndolwane,
  • Wena owasobodela udlubu nekhasi,
  • Mgwaqo awudluli esibayeni ngoba kuvalwe ngamakhanda amadoda,
  • Mbendebomvu enjenge Ntolwane,
  • Boya obuningi obungangobe Nyathi,
  • Mbokodebomvu kama Gayiza esunduza abeSuthu nama Ndebele,
  • Magononde,
  • Sobote !

Mnyandu

  • Gedeza,
  • Nongalaza,
  • Nondela,
  • Mphankomo,
  • Mnguningunyane

Previous

Dube, Ngcobo, Dlodlo, Nzimande

Next

Makhoba, Blose, Khuluse, Dimba

4 Comments

  1. LINDO

    IZITHAKAZELO zakw ntshalintshhali lezi gyz??????

  2. Brown

    Please help with info about the surname “Nyanto”. Don’t know which language it is.no clue with imvelo

  3. Mxolisi Kubheka

    Ngaze ngathoza ukuthola izithakazelo zakithi kanye nezibongo kuyangiphakamisa lokhu

  4. Musa Nzama (Mkhize)

    Hi please help ngomsuka wabantu bakwa Mahlowe, baqhamukaphi kanti nezithakazelo zabo zithini? from Musa Nzama

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: