Mwandla surname info

Mwandla: mdabulankungu kuvele ilanga, umafa avuke ngakusasa. lesikhathi ephuma ekhaya nabafowakhe, bahamba liguqubele ilanga, bahamba laze laphenya kwavela ilanga besendleleni. uma ethi wafa, wavuka ngakusasa, babekhathele kakhulu base belala usuku lonke nobusuku bakhona, base beqhubeka nohambo ngakusasa. umwandla wabuya esehamba yedwa, wafikela kompangeni kapho khona ushaka ayengakhona, emva kweminyaka bahamba, umfowabo unkwelo kaziwa waphelelaphi, uthemane ithuna lakhe balikhomba e Mozambique.