clan names ๐Ÿ’› clan history ๐Ÿ’ฏ

izithakazelo

Search results: "jali" Page 3 of 6

Nxotwe Clan Praises | AmaNxotwe Clan

Qamkazi Jali Gqagqa no Gqikazi Phungana Zaphi Mathetha njengenkomo esemntwini Mbambo Mbini zingabantathu Ngumnqakathi Nophemba ngobengu abanye bephemba ngetsasa Mathumba Amhlophe okwawentlanzi Nontongana yentsimbi Zibaya ezikhulu zika Nompondwana Detshe Gabazi Nqele Njilwana Mfuza afulele lemvula njengelifu lemvula Malangana ka Skhomo Madidiya Ngcangaphe iMpondomise !

Mthwane Clan Names

Mthwane kaMpemvu Malishe Juta satshwa Mjali malandelwa inkanzana ithi mthwane mthwane ngizeke noma ungenankomo Wena owandla izinyosi zikatibane wathi zindliwe ngumatsholoza !!! ๐Ÿ™Œ๐Ÿฟ

Izithakazelo zakwaKhanyeza Clan Names

Ngwane Bhengu Shongololo Ngcolosi Dlabazane Malala alala nomunwe endunu Avuke ekuseni awuncinde akhwife ilanga Nina enigeza ngobisi abanye bengeza ngamanzi Jali Imvelaphi yabakwaKhanyeza: Abantu bakwaKhanyeza kusengabantu bakwaNgcolosi (Bhengu) , bakanye nabakwaJali

Izithakazelo zakwaKhanyeza Clan Names

Ngwane, Bhengu, Shongololo, Ngcolosi, Dlabazane, Malala alala nomunwe endunu, Avuke ekuseni awuncinde akhwife ilanga, Nina enigeza ngobisi abanye bengeza ngamanzi, Jali !

Izibongo zamaNguni Nguni Clan of South Africa

B Bhembe: Mashinini, Guliwe Bhengani: Singo, Nyambawu Bhengu: Ngcolosi Bhuyeni: Sigwaxa Biyase: Khathini, Ziqubu Biyela: Ntshangase, Menziwa Blose: Ndelu, Shinga Bophela: Hlomuka, Ngidi Bukhosini: Mtshali Buthelezi: Shenge, Sokwalisa C Caluza: Mnguni Cebekhulu: Linda, Nsele Cele: Ndosi, Khumbuza, Dubandlela Chamane: Nzama, Wosiyane Chili: Mthuli, Ngwenya Chiliza: Mdunge Chonco: Gambushe Chule: Nxele Cibane: Shongololo Cindi: Mahlaba, Mashinini […]

Umlando wesizwe sakwaSigwebela

Sigwebela History: Umlando ka Sigwebela ka Nondaba ( Lisela) ka Machi ka Ntamonde ka Msuthu ka Hhihhi ( I-Pedi). u Sigwebela wazalwa yi-Khaladi (i-Nziphazi) uLisela (Listen) Owayefikele komkhulu kwa-Machi. uLisela wabonana nentombi yasebukhosini kwa Machi, egama layo kwakungu- Nondaba ( Umaziwazo izindaba zasebukhosini). Ngalezozikhathi umuntu owayenze isenzo sika-Lisela wayebulawa nokubulawa, kepha yena wacela ukwenziwa isisebenzi […]

GODLIMPI Clan Praises GODLIMPI Meaning & History

Godlimpi Ka FakuWena wazalwa nobuhlakani phezu komfula uMzimvubu phansi kweNtabโ€™enkulu!Wena waxina amaJali ngeeNyosi eSikelweni KaBhekameva wawawelisa uMthamvuna! Nyauza Ka Ngqugqushe Umahlamba ngobubende amanzโ€™ekhona Ziqelekazi Mantwanenhle Matshobโ€™endlovu Aaah Mpondo!!!

Matshika Clan Praises

MATSHIKA CLANMATSHIKA MASOMBUKA NDUNA NEKOKOROMBO SITHUBE SIDALA SISE CENGENI KWASIKISIKI MHLANGA ONFITSHANI MATHELELE MUSA UKHWEHLELA SIBANDAMELA UMUZI WAMANABA NGIKHOHLELA KUDABUKE LA KUDABUKA KHONA ISITHIMBILI ISINGEVEZANA IBHADISA ELA BHADA UMUNDRU LABHADA IKOMO LISIYA NGERHOLWENI KWANO MTSHERHELE INDLONDLO EYAVIKA NGESIHLANGU SAYO SADABUKA MHLANGA ZOMBILI SIVIKA INKULE ZABO ROOSENEKALI AMANYE AMAQHAWE AVIKA NGOMHLANGA NANGA MATSHE IJALI LAKO NDLOVU […]

Manto Tshabalala-Msimang

UMantombazana “Manto” Edmie Tshabalala-Msimang wayengusopolitiki waseNingizimu Afrika. WayeyiPhini likaNgqongqoshe Wezobulungiswa kusukela ngo-1996 kuya ku-1999 futhi wasebenza njengoNgqongqoshe Wezempilo kusukela ngo-1999 kuya ku-2008 ngaphansi kukaMongameli uThabo Mbeki. Ubuye wasebenza njengoNgqongqoshe eHhovisi likaMongameli ngaphansi kukaMongameli uKgalema Motlanthe kusukela ngoSepthemba 2008 kuya kuMeyi 2009. Ukugcizelela kwakhe ekwelapheni ubhubhane lwengculazi eNingizimu Afrika ngemifino efinyeleleka kalula efana namazambane ase-Afrika, ugalikhi […]

Bahlekazi Clan, Bahlekazi Surname History

Bahlekazi is a surname that bears Jali as the totem or praise name. Jali is a “sub-tributary” clan of Mpinga (amaMpinga) son of Ntose, son of Mpondomise, son of Njanya, a descendant of Gubhela son of Mbo. The stock of people is amaMbo / abaMbo. Jali belongs to the Mpondomise tribe as described above. The […]

Page 3 of 6

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: