Ncala,
nkoneni inyoka ehlazana umabona abulawe !
Tag: Ncala
Ncala: If you know any information about this surname, such as its meaning, origin, history or clan names or their history, please add the info in the comments below or click this button + ADD CLAN NAMES
Izithakazelo zakwa Ncala 😍 Ncala History
Ncala,
Mantungwa ekhethelo,
Nina abase Nkoneni,
Nina enibhince ihuse lomsingizana,
Nina abeNjiki esechibini Ne lehleko layo bayibona ngamanzi okudungeka
Ngisho nina enihlaza njengetshe lasemanzini. ngoba lona libushelelezi
Nina enabethela ngesende lendoda entabeni, yingakho niyizinkanyamba
Amantungwa akhishwa emgodini ngeqatha lenyama!!
Izithakazelo zakwa Ncala 😍 Ncala clab praises
Ncala
Mantungwa ekhethelo
Nina abase Nkoneni
Nina enibhince ihuse lomsingizana
Nina abeNjiki esechibini Ne lehleko layo bayibona ngamanzi okudungeka
Ngisho nina enihlaza njengetshe lasemanzini. ngoba lona libushelelezi
Nina enabehtela ngesende lendoda entabeni, yingakho niyizinkanyamba
Amantungwa akhishwa emgodini ngeqatha lenyama!!
Impi yosongo kayilwi
kusho ukuthi abantu ngisho abantu bangasongelana kanjani akuvamile ukuthi balwe…..baze bashayane ngezandla.
Leave a Reply