clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Nina enehla ngomzungulu wasala wabola

Izithakazelo zakwaMeyiwa

Meyiwa clan praises
Ntusi,
Bheshwabe,
Makholeka,
Zehlengele,
Mangininda ngemkhonto abanye bengininda ngeshlanjani,
Abakamkhonto olotsholwa njengentombi,
Nina enehla ngomzungulu wasala wabola,
Amachwane azalela ngaphesheya kolwande abuyesebhabhaza,
Abakabthenge,
Msomi,
Gasa,
Nomndayii,
Mangamahle !

Izithakazelo zakwaMsomi Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Msomi

Msomi,
Gasa,
Thabelo,
Nyawose,
Phingoshe,
Mangamahle,
Nomndayi,
Singila,
Hlombe,
Meyiwa omalala ngokulala bavuka bakhomba ilanga,
Nina enehla ngomzungulu wasala wabola,
Nina bakwa gcogcobala,
Amakhosi amakhulu asezilozini ezibuka umuntu engathi ziyamjamela,
Abakanyoni ezimnyama ezimaphik’abomvu!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: