AmaMpangase AmaNgwane oHlongwane
Abadala bathi isibongo sakwa Mpangase sisukela egameni lomuzi wakwa Phangase ( phanga + ukusa)
Igama lomuzi lisukela ekutheni indoda yakwa Hlongwane yathatha intombi yakwa Hlongwane yayenza umfazi wayo.
Ngeke siqede ukwazi⦠kodwa amakhosikazi wenkosi uZikhali amabili wokugcina ango maHlongwane. ( Funda incwadi Matiwane and AmaNgwane tribe)
Labo maHlongwane bazala u Dabulesakhe no Mzimkhulu⦠Bagcine bengasabizwa ngomaHlongwane but ngomaMajola nomaMasela)
Isibongo sakwa Mpangase cishe siqhamuka lapho.
Ngakho izithakazelo zakwa Mpangase ziyefana nezakwa Hlongwane:
Izithakazelo zakwa Mpangase
Mathimba esangweni abanye bethimba ezizweniβ¦
Mathimba esangweni kuvele ithokazi !
Abanye bagcizelela
Masengezakhe ngoba ezabanye zinemilanjwana !
Leave a Reply