Izithakazelo nomlando wabakwaMvuyana
Mvuyana
Cele
Ndosi
Khumbuza
Magaye
Nkomisengwa ilele ngoba maymile iyakhahlela
Vico kaDubandlela
Khangela
Squngesihle eszala amasakabula
UCele wayenomfowabo owayenesphiwo okwakuthi uma eshaya isigubhu ngendlela yakhe ayesishaya ngaso bese kuba nomkhemezelo wemvula lokho kwakungamphathi kahle neze umnewabo ehlezi ezbuza ukuthi kungani kwenzeke lokhu kumfowabo njalo uma eshaya lesigubhu kwathi ngelinye ilanga wamxosha umfowabo wamdingisa endaweni ngoba kwakubusa yena uCele kulesosizwe wathi memxosha wathi “hamba wena Muyana” angithi wayethi meshaya isgubhu kukhemezele yikhoke amxosha wambiza ngo Mvuyana wabeke esesuka umnewabo wayokwakha kwesinye isigodi wandisa inzalo yakhe yabakwaMvuyana kodwa yena uyinzalo yabo impela ocele yikho zifana ncamashi izithakazelo zabo
Leave a Reply