clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Ntuli

Izithakazelo zakwa-Ntuli

Godide,
Mphemba,
Ndlela kaSompisi,
Sothole,
Gudukazi uyiNcwayo,
Khuboni,
Sompisi owaphemba ngamakhand’amadoda,
Abanye bephemba ngomlilo,
Nina base Lenge,
Enabonakala ngefu lezintuli,
Kwabe kunguSompisi kaGuqa, kaMasalela,
Mazimuzimu enidla’abantu,
Mgwabini wemikhonto,
Umahlatshwa ebuhleni njengethole,
Umagaju njengengwe,
Inhlangu eyeqa iphindaphinda,
Umanxeba angamanxuluma,
Kwasa bemhlaba uGwabini, waphika,
Lang’elaphum’endlebeni yendlovu,
Nyaka wumbe,
Lophum’ endlebeni yengwenya,
Unonjiyelwa,
Kulala uhlangothi lubomvu,
Ugodo olumuka namankayiya,
Langa!

Previous

Izithakazelo zakwa Nkomo Clan Names

Next

Nzuza

37 Comments

  1. Neumann Ntuli, YOU SEEM TO HAVE ALL WE LOOKING FOR AS AMABHLE. MAY YOU PLEASE HELP LINK US TO OUR ORIGINE. WE IN ZIMBABWE AND TRYING TO FIND OUR ORIGIN. OUR GRAND FATHER'S NAME IS MOSES FROM INKOSI MKHONTO. MAY YOU LINK US TO OUR BROTHERS AND SISTERS SO WE KNOW OUR LINEAGE.

  2. siyalibonga maBhele amahle. kahleni ngifuna usizo lami lapha, inkosi umkhonto yabalengane zingaki ngamagama azo. nami ngyazama ukufuna lasisuka khona. @ BONGANI NTULI

  3. Ezinye I into sizibhkisise singasho izibongo zeqhawe lethu sizithathe njengokulandelana kokuzalana kwendlu. USompisi uzala uNdlela ,uNdlela azale uGodide noma usubabiza beza kanjalo.

    • Mxolisi Ntuli

      PLEASE HELP US IN DIFFERENTIATING THE ROYAL HOUSES OF AMABHELE CHIEFTAINCY I ONLY KNOW MBONGOLWANE UNDER CHIEF STHEMBISO NTULI

  4. Inamandla mabhele nibakhulu nina

  5. Mmmh power mazimzim

  6. Ngyajabula boGodide oSothole ?nawe bhutomdala uNeumann its seems like u know more than i think when we 2gether on DC tym u have to taught me our clan names i bag u.

  7. Kunjalo, Mphenbe ngebhele abafokazane baphemba ngezibi zendlela. Ntuli ngiyesaba ukukubonga ngoba obonga wena uzona umlomo.

    Unjani sasicebile, unlike besiwuphemba ngamabele kanti abafokazane baphemba ngezibi zendlela.

    Love you boGodide

  8. The Ntuli's fought many wars under the Zulu Kingdom. UNdlela kaSompisi, who succeeded his father as the Zulu Primer Minister was a great warrior. Godide took over from UNdlela after the unfortunate murdering of UNdlela by uDingane . UMpande restored the premiership and actually reinstated the Ntuli's as chief advisors zakwaZulu. We were known as the great warriors who protected the Zulu Kingdom, yingakhonje laphayana eNkandla there is a monument built in honour of u Ndlela who is credited with saving umbuso wakwa Zulu. He paid the ultimate price for that but Mpande went on to take over from the sonless Dingane.Hold your heads high Maphemba

  9. Patrick, thanks for your writings in Siswati, great work there. I advise you to read the history of AmaBhele to have a good understanding of the relationship amongst many clan under the leadership of Guqa, a grandson of Bhele. Sompisi is creditef with the establishment of the Ntuli's after the great split that led to other clans going to what we know as AmaXhosa and other tribes. However, the Ntuli's and other clans kept the Bhele praisename as a reminder of their history. OShabangu, and others were in the same Bhele clan. Ningashadani ke maBhele nihloniphe amadlozi akwaBhele. There is one great leader that is not mentioned often, Masalela, uyise kaGuqa, uGuqa ozala uSompisi, the founding father of the Ntuli's as we know them today.

  10. I advise you Bhele to look at the history of AmaBhele where you will find out the numerous clans we are related to, not necessarily oNtuli. ONtuli bavela kuSompisi, yilapho ke isibongo wakaNtuli sazalwa khona

  11. Godide?✊?✌

  12. Godide?✊?✌

  13. Godide?✊?✌

  14. Mina ngakhula ngazi ukuthi "mphemba ngabele, abafokazana bephemba ngezibi!

  15. ONTULI NGEKE BAQEDWA NGABABUSI NGOKUZALWA

  16. Hi guys please help…does it differ the way sizibiza ngakona
    ..amongst the bele clan
    …amongst xhosas zulus and hlubis

  17. Hi guys please help…does it differ the way sizibiza ngakona
    ..amongst the bele clan
    …amongst xhosas zulus and hlubis

    • Majoya Raymond Ntuli

      Can I please get to understand the origin of the Ntuli’s that are all over in Limpopo Province, particularly in Venda (Vhembe District) and Giyani (Mopani District), and partially in Polokwane.

      I’m also one of those who are in the Vhembe District.

      Thank you

  18. Mphemba Omkhulu ???. Cha Ndlela kaSompisi akusona kodwa kusho ukuthi uGwabini isitha esasibhekene naso leso okwasa sisihlaba ngomkhonto thina MaBhele ngoba singama Qhawe.

  19. Godide,mphemba… Allusion

  20. BHELE ELIKHULU

  21. Bhel'elihle ?

  22. Oh wow now I know.#proud to be iBhele

  23. Ayidle iyshiyele mabhele.

  24. Enter your comment…ai badla kshuth sonke sihlobene #hides

  25. Hawuuuuuuuu namhlanje ngithole okunye ebengingakwazi siyahlangana noZungu. Nazozonke lezezinye izibongo hhhhmmmm Sothole

  26. πŸ™‚

  27. Ndlela kaSompisi, Sothole, Gudukazi uyiNcwayo

  28. Is uGwabini isithakazelo sethu yin?

  29. Mabhele ngibonge, ngicela ningazise ukuty ungubani ULushaba emaBheleni nd ungenanjani

  30. Nibakhulu ninamaBhele

  31. Maphemba "ngisacela ningelaphe lapha ngididekile, u Ntuli ube uNtuli esekwaZulu esuka ELENGE engu Mbhele?

  32. kave nginithanda no ntuli

  33. POWER BOMPHEMBA

  34. emabheleni

  35. NYC ONE, INAMANDLA

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: