izithakazelo

clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Nguse Clans & History

Fola Fakathi Mabembe Thsintsane
Khabelikhulu Ntungulwana Ngubezizwe
Ngubelanga Fola odlilaxa Silo Samanzi Esabhodlwa ngusongonyane Nkosi Nkosi!

Tshangela Clan Names & History

Bhele,
Langa,
Nontanda kuphakanyiswa,
Qunta,
Vaphi !!

Zikode Clan praises

Zikode surname information

Zikode, mgoza kalanga, ndindane, kunene, abakwa Khabanyovane njengesthol’esimdlobkazi, mboni kaSomantshove, abakwa mlilo ovutha Zonke intaba,abakwa Snakanaka ngyasala abaya naso kwaMncwazana sisinye babuya nazo zimbili, omhlahlose abahamba ematholeni, abakwaMghabhi wamafu omashishiwane, okhethabahle baseMcijeni, ompi kayqomi ngoba ngabe yaqoma induna yaseNgoba, abakwasbhamu sdume empini kaBhambatha !

Mlobeli Clan name & History

Sokhulu , Mnqabande, Gida ngebamba abanye begida ngesitshinga sikaMakhomb’eNtabeni . Isambane sikaMtshokotsho esawumba sangawulali walalwa ngabezizwana .UNaka-naka bayandishiya bathi usenzela abanye.

UNtong’ayikhethi itshaya nomkhwekazi ehleli kweloMlandakazi amhlawule ngenkomo eCaba.

Isihlangu sakhe nesikaMagaga zagudlala esikaMagaga saqhoth’ukuboya. IVundla elihle elingenafinyila elinefinyila lifuze kulo nina.

Makeleni Clan Names & Umlando

Izithakazelo Zaka Makeleni

Mutupo Clan Names & History

Muputo, Ramudzuli mutoda ndimo a sa todi tsimu ya Muthu,

Togu Clan Names & History

Togu,
Jima,
Malangane,
Mvimvane,
Sdokodokwane si’hamba nabantu !

Mbanjwa Clan Names & History

Mbanjwa,
Khathini,
Samelihle,
Ngongonono,
Mancishana kancane,
Nina enaphekwa nelitshe, lavuthwa kuqala nasala nihlaza!

Isibongo zakwa Khesa & History

Khesa, Nozulu, Mchumane liyasa liyasibekela, mlambo awelwa uwelwa zinkonjane zodwa ngoba zibhabha phezulu, wena oncancasisa usana phesheye komfula, mpofana, nothukela, ngelengele !

Ntshobane Clan Names & History

Madiba, sopitsho, Yem Yem, Ngqolomsila, Dlomo, Zondwa Zintshaba, Vela Bambhentsele etc.

Page 65 of 1274

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: