meaning of names 💛 clan names 💯 history

izithakazelo

Tag: Malandela

Malandela Meaning, Clan Names, Origin and History

If you have extra information about this last name such as its Meaning, Clan names, Origin and History, kindly comment below.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Msongelwa clan names & History

Msongelwa, Jama kaSjadu, Malandela, Zizi !

AbaThembu baseRhoda… indlu ka Mpondombini

Thembu, Malandela, Mnguti, Ceduma, Bhomoyi, Ntande, Maya, Mbali, Mso, Gasa, Ntsiba, Mlawu, Magwa, Sitokhwe, Mbuyazwe, Alven (Ah! Mpondombini), Gomoza (Zwelidumile), Tatana (Zanendyebo), Siduntswana (Gawulebhuduza), Baxolele (Daliwonga).

Izithakazelo zakwa Qwabe Clan Names Umlando

Izithakazelo
Qwabe,
Gumede!,
Phakathwayo,
Mnguni,
Malandela,
Ntabani leyayaya kuNgoye Gumede,
Dluya Nguni kubeyethwe !

Nazi Ezinye: Izithakazelo zakwaGumede
Mnguni!
Qwabe!
Mnguni kaYeyeye
KaKhondlo kaPhakathwayo
Abadl’ umuntu bembhuyabhuya ngendaba
Bedluya kuyabeyethwa
Abalw’ impi noShaka
Wath’ uShaka makusikw’ ugebhezi
Lwekhand’ aphuze kulona.
Mgwaqo!
Khuzwayo!
Wena kaMalandela
Ngokuland’ izinkomo zamadoda
Amazala nkosi lana,
Mpangazitha!
Makhanya!

Izithakazelo zakwa Gumede Clan Names

Izithakazelo zakwa-Gumede

    Mnguni,
    Mnguni kaYeyeye,
    • Osidlabehlezi bakaKhondlo kaPhakathwayo,
    • Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba Abathi “dluya kubeyethwe”, Kanti bahlinza imbuzi, Bathi umlobokazi ubeyethe kayikhuni, Sidika lolodaba,
    • Wena kaMalandela,
    • Ngokulandel’ izinkomo zamadoda,
    • Amazala-nkosi lana!

Izithakazelo zakwa Dlamini Malandela Clan Names

Izithakazelo zakwa Dlamini Malandela

Sibalukhulu,
Mdlovu,
Malandela,
Magaduzela,
Mabonela empunzini

Izithakazelo Zakwa Gumede Clan Names Umlando

Gumede Surname info

Mnguni! Qwabe!
Mnguni kaYeyeye
osidlabehlezi
BakaKhondlo kaPhakathwayo
Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba
Abathi “dluya kubeyethwe.”
Kanti bahlinza imbuzi.
Bathi umlobokazi ubeyethe kayikhuni
Sidika lolodaba!
Phakathwayo!
Wena kaMalandela
Ngokulandel’ izinkomo zamadoda,
Amazala-nkosi lana!
Mpangazitha!

General Standard–Royal Standard
1. Uhlanga
2. Muntu
3. Mnguni 1
4. Mithiyonke
5. Mnguni 2 ———-Mnguni
6. Nkosinkulu——–Nkosinkulu
7. Mdlani————–Mdlani
8. Gumede———–Luzumane
9. Nozimane———–Malandela
10. Malandela———Ntombela
11. Zulu—————–Zulu
12. Phunga———–Gumede
13. Mageba————-Phunga
14. (—–)————–Mageba
15. Ndaba
16. Jama
17. Senzangakhona
18. Sigujana, Shaka, Dingane
19. Mpande
20. Cetshwayo
21. Dinuzulu
22. Solomon Maphumzana
23. Cyprian Bhekuzulu
24. HM Goodwill Zwelithini

Ziyatholakala izikibha: 061 868 5163


Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: