clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Matubatuba

Izithakazelo zakwa Matubatuba clan names

Matubatuba Clan History

Nzipho zimnyama zimnyama ngokuqwayana,kheso nozulu ,mpofana lezi izithakazelo zabantu bakwaMatubatuba abangaphansi kwesizwe sakwa Zulu.
Lesi sibongo esakudala akusiso esesimanjemaje ngoba usubona sekunabantu abangathi abasisebenzisayo.

Umehluko wesaga nesisho

Nanku umehluko phakathi kweSaga neSisho

A. isaga-isaga asiguquki sihlale sinjalo nje usibiza ngendlela eyodwa noma ngabe kunjani.

B. Isisho-ungakwazi ukusiguqula, isibonelo: ukugqemeka engeqiwa ntwala, ungakwazi ukuthi “ngigqemeke engeqiwa ntwala, noma uthi “bagqemeke engeqiwa ntwala”

isibonelo sesaga: isalakutshelwa sibona ngomopho, asishintshi ngisho usuthanda ngeke.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: