clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Myeza

Izithakazelo Zakwa Myeza (Myeza Clan names)

Mzukwase,
Dimbane,
Mpangela Kathwala Bengakathwali Bezindlwana,
Owehla Ngomzungulu Wasala Wabola,
Mlom’omuhle Ngokuqatshulwa !

Izithakazelo zakwaMyeza Clan Names

Mzukwase, Dimbane, Mbokodo kthwala bengakathwali abezindlwana.

Ngicela ozazi kahle angsize nami.

Impi yosongo kayilwi

Impi yosongo kayilwi

kusho ukuthi abantu ngisho abantu bangasongelana kanjani akuvamile ukuthi balwe…..baze bashayane ngezandla.

Izithakazelo zakwa Myeza Clan name Umlando

Myeza Clan name praise

Myeza,
Mzukwase,
Mndimdwanodlumkantsha,
Ninenawla ngomzungulu,
Umzungulu wasala wabola,
Umzaca okhombamaNgwane,
Ndengezi!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: