Ncwane,
Gwamanda,
Cebekhulu,
Zandla zimhlophe,
Mpukane ezibindibindi,
Nina engadla kwavuvukala ingalo ingakho zingaka,
Nogandayi !!!
Tag: Ncwane Page 1 of 2
Izithakazelo zakwa Manzini π Manzini Clan Praises
- Gwabini,
- Zungu, Geda,
- Ncwane, ngankomo yaseMahenyeni,
- Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli,
- Wena owaphuma ngenoni emgodini,
- Sengwayo!
Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Manzini Whatsapp / call: 061 868 5163
Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400
Akulahlwa mbeleko ngakufelwa
Incazelo: ukuthi wenzakalelwe yinto embi akusho ukuthi lahla ithemba.
Umsuka: imbeleko eyokubeletha umntwana, uma ngabe usufelwe abantwana akusho ukuth lahla leyo mbeleko ngoba usengabathola abanye abantwana