Ngwazi ® clan names. Ngwazi Surname Meaning 😍 Ngwazi Origin. Ngwazi History
Askikatholi kahle ukuthi ngabe lesibongo sihlobene nabakwaMthenthwa oNyambose noma cha.
Ocwaningweni lwethu sithole lokhu:
“inkinga kamthethwa asiwaz ungwazi obaba bangababhali impela even baba u BV Mthethwa sake sambuza ngalesisibongo naye akasazanga kodwa sibuka kuth hleze ungwazi lo waxoshwa kamthethwa wasefika eba ungwazi kodwa wafunga umthethwa noma wayeyibutho likamthethwa kodwa kamthethwa cha kasimazi”
Omunye uphendule kanje:
“Mina ngazi ukuth ONgwazi umthethwa nyambose sqonga esihle esingahlalwa nyoni”
Omunye futhi uphendule kanje:
“uNgwazi isithakazelo sakwaGcumisa because my name is Zamangwazi”
Admin request: Sicela onolwazi olubanzi ngalesibongo, umlando nezithakazelo, abhale kuma-comments ngezansi.
This surname is prevalent in South Africa.