Shusha surname:
Shusha,
Gumla ka Kheshe,
Songo,
Madukuda,
Vengwa,
Ndovela,
Gadlume,
Mbhansini,
Mcesi,
Langena enyweni lakhishwa ngesigcubu sobuhlalu,
Madulini,
Nkala !
Malengwana! Msolwa, Ndangala, Gumla, Shusha, Mfazi Omabel’ Made, Wena Owancelisa Umntwana Engaphesheya Komfula…
Ukungapholisi amaseko
Lokhu kusho ukungabe usakwaz ukulinda uvele wenze nje into
Amaseko amatshe okuseka ibhodwe eziko ukuth lingawi, uma kuqedwa kupheka asuke esashisa, kufanele alindwe aphole bese ayasuswa(loko ukuwalinda yikho ukuwapholisa)
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén