IZITHKAZELO ZAKWA MSABALA
MSABALA!
NGUBO,
MTIYETI ,
NGXABI,
DOL’DUMAZA,
NOPHEZA,
NOTHOLOZA!
MAVELAKUSE,
MUZIKATHETHWA ONJENGOMYENI,
NYAWO EZIMHLOSHANA NJENGEZENTOLWANE,
WENA OWAWELA NGEKHASI LENTONGOMANE UTHUKELA, UMUHLE NOMAPHAMU!
UMUHLE UMZIMBA UNGAKAHLATSHWA YILANGA, NGQWEMBE YAKHA PHANSI,
YAKH’EMASINI,
BHUZA,
NUNGANI!
NYAM’ENCANE YANDELA ESITHEBENI!!!