ABAKWA SHOBA
Kukhona oMwelase, oMjakada, kanye noMbanzeni
Ngaphansi kukaMwelase kubuye kubekhona oNtshonondo, oNongedla, kanye no Nongalo bobathathu baphuma ku Mpikela
uShoba(Nongedla)
Mwelase(Ongawelanga ngazibuko owawela ngezimpambosi zomfula)
Mpikela(ngokuphikelela, ondizelephezulu okwezinkonjane)
Nongedla
Ndumela(ngokugwaza amadoda nabafokazana, Unhlangothi zibomvu zimanxebanxeba)
Mkhithika (onjengezulu)
uMathumba Nduna ziya koNkosi
uMagadl’eguqile njengethole
uMgobodi ovele ngamadlebe phezu kwentaba
Ndukwenhle
Ngifisa ukwazi kabanzi ngabo amasiko abo,imikhuba,imvelaphi yabo ngyabonga