uMxhakaza’ phande
uPhangela ko Bhongo
uPhangela ko Qhoqhoqho
uMashwabadela oshwabadele inkudla yakwa yakwaMguni
kwazamazama ezweni
umashwabadela osshwabadele ezikwaBizobi
kwathi ezakwa mngani waziyekela..
uDalala wesika, uzagila zinomfutho
uMahlokohloko cvela kwaMthelwane
Inhlamvu ebizela amawombe
Category: Izithakazelo Page 11 of 434
uJenefane bakusika amahawu
uNogwaze ‘buku ‘Zulu
Uphaphe lwensingizi elibika izulu lakwazulu ukuduma
uSihlangu ukubatshazwa omunkengane
uKhwelela abantu entabeni,
umqobela ‘bantu esweni
unyawothi emnyama usomfimfithwayo
umabamba kayeki kanjengodlawu labamba lubayekethisa
sehla nohololo umuntungantombi wawomlotha
Intabe’nameva phakathi kweNcome noMzinyathi
umathondo onjengakaThayi !
Amadodana kaThondolozi
uMadlangampisi (Inkosana) Udududu
uMpiyakhe (Ikhohlwa) Ingomamakhosi
uMpiyenzani Ingomamakhosi
uMganu Ingomamakhosi
uNsukumbili Ufalaza
uDosi Ufalaza
uMtoli Ufalaza
uMgwala Ufalaza
uvalelisa Ufalaza
uSibhalo Ufalaza
uNsukunganye Uve
uNozishina Uve
uMjilingwane Uve
uWekwana Uve
uMubi uve
uKhende Ukhandempemvu
uHhawini Umthisazwe
uNtwili Ikwenkwe
uMagolokoqa Ubhewula
umadlanga Uve
uMgwaqana Uphefeni
uMuntuwani Uphefeni
uQabukane Uphefeni
uMakhanjana Uphefeni
uNkunzi Uphefeni
uNanko Uphefeni
uNjajana Uphefeni
uBoya Ufelaphakathi
uKhiphayiphi Ufelaphakathi
uBomvana Ufelaphakathi
uQondokwakhe Ufelaphakathi
uMthi Udakwa
Izibongo zikaThondolozi
uJenefane bakusika amahawu
uNogwaze ‘buku ‘Zulu
Uphaphe lwensingizi elibika izulu lakwazulu ukuduma
uSihlangu ukubatshazwa omunkengane
uKhwelela abantu entabeni.
umqobela ‘bantu esweni
unyawothi emnyama usomfimfithwayo
umabamba kayeki kanjengodlawu labamba lubayekethisa
sehla nohololo umuntungantombi wawomlotha
Intabe’nameva phakathi kweNcome noMzinyathi
umathondo onjengakaThayi……
Imizi ka Thondolozi
- Ekuvileni
- Emayeni
- Kwangubo
- Ozulaleni
- Engwavuma
- Embuluze
- Egemfini
- eNkondlwaneni
- Ekuthethisaneni
- kwaPhelayela
Amadodakazi kaThondolozi
- uNozingela
- uHawukile
- uMsamuni (owangana isilo uDinuZulu)
- uNtombiyaphansi
- uMandovo
- uKhalala
- uZenzile
- uMbikose
- uNtombiluthi
- uPhathekile
- uNobelungu
- uNoqhina
- uNomakhwayi
- uNokhuluma
- uZimuhle
- uNobesuthu
- uNeziduli
- uNoziqeohu
- uNokusa
- uNokwabela
- uNozinduku
- uPenesi
- uNobathakathi
- uZenzani
- uThathani
- uNomathophi
- uNogazi
- uNondede
- unosixi
- uPotokele
Ugubhazi emhlophe weNengisa
uGubhazi weminga nemisesane
ububulandaba namhla engenandaba
uMhlane usophela, Inqaba yakwaBheje
Isiphiqa siphila abakoBheje.
Inkunzi abayihlaba ephondweni
Uphondo ukwendulelisa
Unobanda ngomsasana
Umuthi owamila enkomeni
usanda ‘makhongwana
uNcede wawo Mthece…..
IHubo lika Sekethwayo
“Ho-o-o-o (Hoyiya Ho)
O-Songubo abasamazi”
Imizi ka Sekethwayo
eNengiseni
eNkwibizeni
eZizweni
Ekudubekeni
kwaMkhumbi
kwaNkammbule
eMakhwatheni
oCezwini
eKutetemeni
eMashiyaneni
eMambatheni
eSithangameni
eKungenieni
eKukhophozeni
Amakhosikazi kaSekethwayo
Oka Zulu,
OkaMkhazana
Oka Buthelezi
Oka Mdlatshe
Oka Magwaza
Oka Phakathi
Oka Zulu
Izibongo zika Nhlaka
Umkhonto othengwa bgembuzi kwaButhelezi, (koPhungasshe)
Ubhuqu’ kuwisa wawohlahlosssse
unonjela kulala uhlangothi lumbovu
umanxeba anganxuluma
umbambo zinamfa, umagutshwa angayikufa.
uhlanganyela umuntu noNudu
ugaqa limbomvu nasekuphathweni.
inodlela ezihlanjaneni, inwadla emaheni.
isiguqa esadla esinye, sadla udayi kaSikhova
Amadodana Ka Nhlaka
U-Sekethwayo Impohlo
U-Ntuzwa Iwombe
U-Thondolozi Isibawu
uSiyaphi Iwombe
uMgulugulu Umkhize
uMbenge Umkhize
uXanyana Umkhize
uMabubale (Inkosazane)
Amadodana Ka Dikane
U Nhlaka
UGada
UGomba
UZililose (Intombazane)
Njomela (owakhulela komama)
Ezingxenyeni ezisenyakatho-ntshonalanga yezwe kwakuhlala uSekethwayo inkosi yakwaMdlalose owayesikhulu ekubuseni kukaMpande noCetshwayo.
Amadodana kaSekethwayo
uZidunge Unokhenke
uMleshe Umthisazwe
uMswazi Umpunga
uNozokoza Umpunga
uMalumbala Ukhandempemvu
uZithoyathoye Ukhandempemvu
uMantantane Umthisazwe
uGininiza Ingomamakhosi
uQolwane Ifalaza
uZicukwana Ufalaza
uMzimuni Ufalaza