clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Category: Surname meaning & origin Page 69 of 789

Licenga surname | Licenga Clan

Ngicela nincede nge sithakazelo sakwa Licenga

Izithakazelo zakwaJali Clan Names

Jali
Ngcolosi
Mepho
Shongololo
Bhengu
Lamula
Nina enaphuma etsheni likaNtunjambili elingaphunywa ngabantu liphunywa zinkonjane.
Nina enalala nomunwe kwaphuma ilanga!

Click here to SEE MORE results for Jali surname

Dindi Clan Names

Nondaba,
Swembesi,
Nontonga,
Shabase,
Godla ngambili abafokazane begodla ngasinye !

Iziduko: Nxasana

Nxasana
Thaba
Toyota
Mkhiwa
Skhonza
Dunjane
Bhuti nzeke noba andinankomo

Mdlatu clan name

Dlathu

Leburu clan name and surname

I want to know more about the Leburu clan name and surname

Mhenga clan names

Mhenga
Mgurukiri

Izithakazelo zakwa Nala

Nala
Gwija
Hamashe
Mhlophe, mhlophe qwa ongapendiwe
Nongalo onengalo ende eyondla nezizwe
Ntofontofo into engenamathambo
Zanqika
Goduka Bedelile
Nobhadeka ngomlenzana eziko
Nzukela
Nojeleza
Wena omuhle ngezansi kwenkaba
Wena wogubhu olushaya amakhwela ezintabeni
Wena oMhlophe ngenhiziyo kodwa omnyama ngokwebala
Wena Makhany’ehlungwini kuhlwile
Mbal’omuhle enkomeni owabonakala wahawukelwa
Thole’lihle eliMhlophe
Mnyuzi onamandla okhathala ngedina kuphela
Mncuselele!

Mchete Clan

Mchete,
Bhuguma,
Chizama

Izithakazelo zaka Jojisa

Jojisa Clan Names:
Nqumela,
Fakazi,
Ngeleka,
Disane,
Manqina adliwa izinja phesheya komlanjana !
Malandelwa intombi ithi ngizeke nomungena nkomo !
Mahlobo !!

Page 69 of 789

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: