English Zulu translation π Basic words
English | isiZulu (Zulu) |
---|---|
Welcome | Ngiyakwemukela (sg) Ngiyanemukela (pl) |
Hello (General greeting) | Sawubona (sg) Sanibonani (pl) |
How are you? | Unjani? (sg) Ninjani? (pl) |
Reply to ‘How are you?’ | Ngikhona, ngiyabonga. Wena unjani? (sg) Sikhona, siyabonga. Nina ninjani? (pl) |
Long time no see | Mehlo madala! (old eyes) |
What’s your name? | Ngubani igama lakho? |
My name is … | Igama lami ngu… |
Where are you from? | Uphumaphi? Uvelaphi? |
I’m from … | Ngiphuma e … Ngivela e … |
Pleased to meet you | Ngiyajabula ukukwazi |
Good morning (Morning greeting) |
Sawubona (sg) Sanibonani (pl) |
Good afternoon (Afternoon greeting) |
Sawubona (sg) Sanibonani (pl) |
Good evening (Evening greeting) |
Sawubona (sg) Sanibonani (pl) |
Good night | Lala kahle! (sg) Lalani kahle! (pl) |
Goodbye (Parting phrases) |
Sala kahle (sg) >people staying Salani kahle (pl) >people staying Hamba kahle (sg) >people leaving Hambani kahle (pl) >people leaving Ube no hambo uluhle |
Good luck! | Ngikufisela iwela! Ngikufisela impumelelo! |
Cheers! Good Health! (Toasts used when drinking) |
Impilontle! Akubekuhle! |
Have a nice day | Ube nosuku oluhle! (sg) Nibe nosulu ulohle! (pl) |
Bon appetit / Have a nice meal |
Thokoleza ukudla! |
Bon voyage / Have a good journey |
Ube nohambo oluhle! |
I understand | Ngiyaqonda |
I don’t understand | Angizwa |
Yes | Yebo |
No | Cha |
Maybe | Mhlawumbe |
I don’t know | Angazi |
Please speak more slowly | Ngicela ukhulume kancane |
Please say that again | Ukwazi ukukuthi futhi na? |
Please write it down | Ngicela ukubhale |
Do you speak English? | Ukhuluma isiNgisi na? |
Do you speak Zulu? | Ukhuluma isiZulu na? |
Yes, a little (reply to ‘Do you speak …?’) |
Yebo, ingcosana |
Speak to me in Zulu | Ngicela ukhulume nami ngesiZulu |
How do you say … in Zulu? | … ukusho kanjani ngesiZulu? |
Sorry | Ngiyaxolisa |
Excuse me | Uxolo! |
How much is this? | Kubiza malini? |
Please | Ake Ngicela Siza |
Thank you | Ngiyabonga Ngiyabonga kakhulu (sg) Siyabonga (pl) |
Reply to thank you | Uyamukelwa (sg) Niyamukelwa (pl) |
Where’s the toilet? | Likuphi ikamelo lokugezela? Likuphi itholethe? |
This gentleman will pay for everything | Umnumzana uzokhokha konke |
Would you like to dance with me? | Uthanda ukudansa nami? |
Do you come here often? | Ingabe uze lapha njalo? |
I love you | Ngiyakuthanda |
Get well soon | Phila masinya |
Leave me alone! | Ngiyekele! |
Help! | Usizo! |
Fire! | Umlilo! |
Stop! | Ima! |
Call the police! | Biza amaphoyisa! |
Christmas and New Year greetings | Ngikufisela uKhisimusi oMuhle noNyaka oMusha oNempumelelo |
Easter greetings | IPhasika elijabulayo IPhasika elithokozayo |
Birthday greetings | Halala ngosuku lokuzalwa |
One language is never enough | Ulwimi ululodwa alonelanga |
My hovercraft is full of eels Why this phrase? |
Umkhumbi wami ugcwele ngenyoka zemanzini |
Leave a Reply