ISIBALO sabantu abakhuluma IsiZulu eNingizimu ne-Afrika senyukile safika ku
11 587 374.Lesi sibalo sisho ukuthi ulwimi lwesiZulu luyakhula njengoba sihlezi ku 22% kuzilwimi ezikhulunywayo lapha engabade. Ngalokho-ke ngithi asiqhubele siziqhenye ngolwimi lwethu; silukhulume kahle; siluthande.
Unknown
Abanye abantu bayalwa ukuthi ulwimi lwabo lungapheli emlandweni, emagugwini, ezikolweni nakwezobuchwepheshe kodwa IsiZulu sona akekho osivikelayo kodwa sizivikela sona, sizikhulisa sona. Besicela izifundiswa ezazi IsiZulu zziluhlome othini lolulwimi lobonakala futhi lufundiswe nasemanyuvesi