Izithakazelo zakwa Lembede Lembede Clan Names By admin On In Izithakazelo Izithakazelo zakwa Lembede Ndima, Bayeni, Sibhuzi esimqala! Share this post FacebookWhatsAppTwitterMoreLinkedInRedditTumblrPinterestTelegram Related posts + ADD CLAN NAMES SEARCH YouTube channel Lembede Previous Langa Clan Names Next Lukhele Clan Names 2 Comments Add Comment β Zenzo Michael Ndima U Ndima ka Bayeni yena ungena kanjani kulomlando kaLembede? Reply Akhona Ngcobo Lembede,Ndima,Bayenisibhuzi esimqala,qomisa ngitheleUngipheke encumbeninina bakasipholopholwaneukudla kwenukuhle kunje ngo bandla khulugida kahle gida mnewethu ngokudabuka sidabuka emachunwini (emsinga embangweni).izihlobo zami o-majola,mchunu (macingwane),umchunu wayenamadodana amathathu lawa alandelayo1.umacingwane(wayeyivila kodwa eyinkosana),2.umajola(wayenochuku efuna ubukhosi kumacingwane),3. ulembede(wayelime kakhulu): ukhokho wami umagqamuza egwele umajekeza kanina wayeyinkosi yase machunwini eyayivele ihlabe nje kungonakele lutho and ulembede uwukhokho wokhokho owabulawa ushaka emgwaza ngomkhonto esesuthi inyama yakhe eqeda ukubusiswa ulembede and ukumbulala kwakhe ushaka wenza sengathi uyagiya kanti ufuna ukumjuma ngoba wayemsaba kakhulu ingakho ke uzwa kuthiwa ushaka ilembe eleqa amanye amalembe ngokukhalipha ingoba wathi mayeqeda ukugwaza ulembede wase eyameqa kwabaleka abantu. Reply Leave a Reply Cancel replyYour email address will not be published. Required fields are marked *Comment * Name * Email * Website Type in the text displayed above Notify me of follow-up comments by email. Notify me of new posts by email.
Zenzo Michael Ndima
U Ndima ka Bayeni yena ungena kanjani kulomlando kaLembede?
Akhona Ngcobo
Lembede,Ndima,Bayeni
sibhuzi esimqala,
qomisa ngithele
Ungipheke encumbeni
nina bakasipholopholwane
ukudla kwenu
kuhle kunje ngo bandla khulu
gida kahle gida mnewethu
ngokudabuka sidabuka emachunwini (emsinga embangweni).izihlobo zami o-majola,mchunu (macingwane),umchunu wayenamadodana amathathu lawa alandelayo
1.umacingwane(wayeyivila kodwa eyinkosana),
2.umajola(wayenochuku efuna ubukhosi kumacingwane),
3. ulembede(wayelime kakhulu): ukhokho wami umagqamuza egwele umajekeza kanina wayeyinkosi yase machunwini eyayivele ihlabe nje kungonakele lutho and ulembede uwukhokho wokhokho owabulawa ushaka emgwaza ngomkhonto esesuthi inyama yakhe eqeda ukubusiswa ulembede and ukumbulala kwakhe ushaka wenza sengathi uyagiya kanti ufuna ukumjuma ngoba wayemsaba kakhulu ingakho ke uzwa kuthiwa ushaka ilembe eleqa amanye amalembe ngokukhalipha ingoba wathi mayeqeda ukugwaza ulembede wase eyameqa kwabaleka abantu.