clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Mtshali clan praises

Izithakazelo zakwa-Mtshali

Hlabangan’elimhlophe okwezihlabathi zolwandle,
Wena owangena nesikhuni emanzini sivutha waphuma sivutha futhi.
Magalel’agase njengengonyama,
Matshing’angacoshi kucosh’abafokazane,
Khondlo!


Previous

Mthimkhulu

Next

Mtimande

15 Comments

  1. Ngiyabonga ngalengodi enhle ksngsks hlabangani usmangele mtshali indodakazi kaphiwa jasper mtshali elamont kwagijima

  2. SICELA NINGAZINONGI IZITHAKAZELO NGANE ZAKWETHU,AKUZONA IZIBONGO LEZI,UMA SENIZINONGA NISHINTSHA ISIGQI SEZITHAKAZELO NOBUMTOTI BAZO.NGAKHO NGYACELA BOHLABANGANE ELIMHLOPHE NGENHLIZIYO NJENGEZIHLABATHI ZOLWANDLE,BONGEMA,NINA BOKONINA KONINA NIHLONIPHE ISIBONGO SETHU NEZITHAKAZELO ZASO…
    BOMANTSHINGA USHELENI KU8COSHE IZICHAKA

  3. Hlabangane elimhlophe
    Elingavutshwe ngankobe
    Livutshwe ngoChwebeni
    Magalela agasele
    Njengengonyama
    Mantshinga angacoshi
    Kucoshe
    Ndima zakhe kazilingani nezabafokazane
    Linda mkhonto

  4. Ningabakwethu Nina boGalela masibambane boKhondlo

  5. Ngyazbongela mahlabangan amahle singaykhohlwa inkabayethu kuthi uye ubabaMkhulu magalela'gase njengengonyama mantshinga khondlo gabisa mlambonsele kalindamkonto,Nonkosi!Mnkabinde Mhlambo'weznyamane. Ngyabonga u David SHLANGU lo Nyezi mawthanda uMtshali eMakhabeleni Kwasengey

  6. Siyabonga bhuti u-Hlelani Mtshali e-Nquthu kwaHlazakazi e-Mangeni

  7. ASIBONGE KUYASHO UKUTH NATHI BOHLABANGANE ASIBANCINYANE. UQINISO MTSHALI EMANGUZI

  8. Aw owakwethu wena
    Usphamandla mtshali lo emlazi

  9. Anonymous

    Ngyazbongela nam ngezibongo

  10. Magalela'agase njengengonyama

  11. Bhekithemba Mtshali — Groutville KwaDukuza.

    Ngiyabonga Mantshinga ngalelithuba osivulele lona lokuthi nathi sisho esikwaziyo.Ubaba wayethi uma ezisho athi.

    "Hlabangane elimhlophe qwa elingavutshwa ngankobe livutshwa ngochwebeni,Magalel'agase njengengonyama,Mantshing'angacoshi kucosh'abafokazane.Thina bakwa lindamkhonto njengense."
    Khondlo.

    Wayebe esefakake okhokho bethu.Owethu kwakuwu Mzimba kaSoyamba.

  12. Bhekithemba Mtshali — Groutville KwaDukuza.

    Ngiyabonga Mantshinga ngalelithuba osivulele lona lokuthi nathi sisho esikwaziyo.Ubaba wayethi uma ezisho athi.

    "Hlabangane elimhlophe qwa elingavutshwa ngankobe livutshwa ngochwebeni,Magalel'agase njengengonyama,Mantshing'angacoshi kucosh'abafokazane.Thina bakwa lindamkhonto njengense."
    Khondlo.

    Wayebe esefakake okhokho bethu.Owethu kwakuwu Mzimba kaSoyamba.

  13. NGIYABONGA BAFOWETHU NIME NJALO BOHLABANGAN'ELIMHLOPHE

  14. ake ngibonge ukubona ukuthi kukhona umuntu noma abantu abakhathalele isibongo sakithi kanje nime njalo nina bakasiwangu!!! u-Victor Mtshali waseNquthu kwaNgedla uyabonga

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: