izithakazelo

clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Makhubedu clan names

Seboko sa maroga a tshego

Mdukiso Clan name & History

Mdukiso surname

Nkala, Vumisa, Thiyane, Nodlomo, Mlotshwa, Maphepha, Dladlula kaMphanjana, Hlubi, Mashiya ne, Ngwenyama, Sigidi, Mbodoyi, Sibekwa. Wena sitsh’esihle sokudlela amasi nenyama, Mawela umfula ugcwele bewuwela bewuphindelela ngoba bebona amabhayi abomvu besithi yinyama, Nina ababhala ngosiba abanye bebhala ngepensela, Nina nitetemisa umfazi akhohlwe ukuthi weza ngomshado kwaNkala, Intombi engagananga kwaNkala iyokuzala inkamba ngodlwana!

Mziyako clan name

Mziyako♥♥

Khathide,
Khathide,
Lobovu,
Mhayise,
Ntima,
Gabadzeli,
Zulu,
Mkhathini!

Izithakazelo zakwa Basi & History

Basi, Hlozini, Maveza, Siwela, Ndundumane, Mqabula nkunzi kwavela ilanga!

Amangqosini Clan & History

Aaaaah mjobi ,Nosings mntu ‘ womlambo ongawelwa ngabantu owelwa ziinkonjane kuphela kuba zona zinamaphiko , Menyezwa , ndoko , Msuthu , fulali, nyoka emnyama eyacanda iziziba Sinqula kuwe Gaba lalashe shweshwe mpondo zephela!

Thango clan praises

Thango ohbiyoza umntungomkhonto kamantanta ngeziziba zobende fanafuze amafungokulandelana bakamnsinsana mashawuzana ndabezitha bakabhunqu emnqubeni okungathi bazokulekelela kantiyizotha zinye

Iziduko Qhankqiso & History

Qhankqiso, Jikijwa, qhozolo, mvaba, ntsadu, majanelwa, khwaza owakhwaza amagqwirha ebaleka nentshinga kakhwaza, nkosana !

clan names of Phambane

i want do knows history of phambane

izithakazelo zakwa Siluma & History

Shodo
Shiyabantu njengenyamazane baCekwa abahle
Maphathinduku
Mahlomendlini
Bojojo olumnandi
Umkhalisi umlobokazi wathi akasekuya emaShodweni ngoba kashayi kaybulala
maZawuzawu!

Izithakazelo zakwa Charla & History

CHALA,
JAMA,
JINGOSE,
JAYIYA,
ZIKHUBAZENKOSI,
BHODLENGCEGWANE,
MBAZAKAGABHI!

Page 48 of 1273

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: