Ngwende, Maweza, Shigane
Dlanga eladli’mbelezi
Lathi yinyama
Mdungi ndaba kanti isamhlalele
Ngaphesheya komfula.
Usazavuka kakusasa abuyele
Oka sambatha mkhonto njengo bhedu
Umkhonto oduma njengezulu
Igazi lehla mahlangothi wonke
Oka hanga libovu okwe ngwenyama
Mlangala nawe weme nje
Wemise kwe nsimangwe ezimehlo abovu
Tag: Nkutha
Iqhina liphume embizeni
kusho ukuphunyuka kwento/umuntu okade esebanjiwe
iqhina uhlobo oluthile lwenyamazane
imbiza lana kusuke kukhulunywa ngabantu abasuke belikakele bavula iskhala sokuth liphume khona bazolishaya kahle lona nje livele lingaphumi lapho lithole enye indawo libaleke.
izithakazelo zakwa Nkutha
Uma unolwazi ngezithakazelo zakwa Nkutha, zithumelae kule-email: [email protected]