clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: unyawo alunampumulo

Unyawo alunampumulo INCAZELO

Unyawo alunampumulo: Kusho ukuthi ungalwa nomuntu uze uqiniseke ukuthi ngeke usambona futhi kanti ngelinye ilanga uzothuka sewuziphonsa phezu kwakhe lowo muntu.

Unyawo alunampumulo 😍 isaga

unyawo aluna #mpumulo.

#impumulo – ikhala

lesi #isaga esisetshenziswa lapho umuntu

osuke ehlukunyezwe omunye ngase sigodini sangakubo.

ebese esho lesi saga.

kwazise phela unyawo aluna#khala lokuhogela

ukuth izitha zakho zingakuphi.

uzohamba uziphonse phekwazo belu.

bese bethi.#umenzi_uyakhohlwa_kepha

#umenziwa_akakhohlwa°

lapho kule nkulumo usuke usukhunjuzwa izinto

okewazenza komunye ezimbi osulibele ngazo.

esichaza ukuth- oke wamenza okubi uyaku bekisa

mhla nihlangana uyokukhumbuza sebe ngekho

owowunabo #ngosuku_lomhlola.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: