clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Category: Izithakazelo nomlando Page 12 of 115

Izithakazelo nezibongo

Izithakazelo zakwa Mbanjwa Clan & History

Mbanjwa, Thikazi, Mavuso, Ncugulu emnyama ecandiziziba, Mahohlokazi, Ntika kaNtimela, Gebane, Tshevu, Mathundeyibheka njengomntwana, Cocobela, Mxinwa Omhle!

Izithakazelo zakwa Buyase clan names & History

My surname is Buyase and our clan names are Mayela, Mngenandlini, Khathini, we don’t include Ziqubu & Luphondo in our clans.

Izithakazelo zakwaPhewa

Phewa

Mvelase scubu kasosiwa
Msuthu wale enhle gqigqizela shiwase
Hlengabantu

Sereto Saga Sepato

Sepato clan praises

Ke Sepato sago Pata ke Komane,
Wa malala a bapile,
Ngwana Malome Komane ke Lobile,
Ke Lobile ditΕ‘ale le metsogane.
Bare kokona otlogele,
Ba ile ba kokona ba palelwa.

Age!!
Rena ba Bina Tlou,
Bana ba bo Mphengwe,
Batho ba bo Ditlaro,
Ditlaro Morwa ntwa gae,
Ditlaro o sepela thata,
O sepela ka le maramara.
O sepela ka Phefo ya marega.

Read More

Β 

Mzangwe clan names & History

Mzangwe, uChayi, uJanana, uNtelele, uMsuthu

Isithakazelo saka Mwandla Clans & History

Mwandla clan praises

Mpangazitha,
Nkwela,
Madubane,
Nina enaduba izinkomo zamabhunu,
Sbongo esihle ukudlula zonk ibongo emhlabeni,
Ndubane,
Themane, Nkwela,
Ndumandumane eyaduma ezizweni!

Madikizela clan names & History

Madikizela,
Msuthu,
Ngutyana,
Msengeahe,
Makhalendlovu,
Malandelwa intombi isithi ndizeke ngoba awunankomo!❀️

Clans of Seerane

Seerane moteka re boa ko boroka ,boroka bolla noto. Re ba bina Nku ,re ana ka phala!

Gidimisana (Mlambo clan names)

Ngwe,
Mlambo, Mlambo ongawelwa owelwa zinkonjane zona zibhabha phezulu,
Mazibuko,
Mbinga,
Mwelase, Mwelase ongaweli ngazibuko,
Lusiba,
Khakhaza,
Bhinita,
Mfazi omabele made owanyisisela umntwana engaphesheya komfula,
AmaNgwekazi amhlanu banzana,
Wokubeletha amakhosi ngoba ebeletha uBhungane,
S’gubudu, isgubudu esingafakwa mkhala singa fakwa umkhala singawudabula,
Mahlubi akusavalwa ngemivalo, sekuvalwa ngamakhanda amadoda,
Nonkosi, kwaboNomqathi kaQathi,
Mangwe avela kude lee, ngaphesheya koMzinyathi!

Izithakazelo zakwa Mdlongwa Nguni Clans & History

uMdlongwa,
uTshaka ilembe leqa manyamalembe ngoku khalipha, usomkhonjwa ka Ndaba,
uMwelase,
uKhwali,
uNgwane,
uTshuphu,
uThulwane,
uSuthu!

Page 12 of 115

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: